Professional Documents
Culture Documents
Southern Africa-Indian Ocean: Ukuvivinywa Kanye Nokrestu
Southern Africa-Indian Ocean: Ukuvivinywa Kanye Nokrestu
Algeria
Bhutan
Pakistan
Libya Egypt
Bangladesh
Myanmar
Saudi Arabia
(Burma)
India
Mali
Oman
Niger Yemen
Chad
Sudan Eritrea
Djibouti
ZULU
Nigeria
Benin
South Ethiopia
Central African Republic Sudan
DIVISION
Cameroon Somalia
Sri Lanka
Swaziland PROJECTS
Lesotho 1 Church and elementary school, Belize, Angola
2 Sequele elementary school, Luanda, Angola
South Africa
3 Domestic violence and counseling center, Lombe, Angola
1
SESABATHA
ISIFUNDO SABANTU
ABADALA SESIKOLE
NOKRESTU
UKUVIVINYWA KANYE
Okuqukethwe
1 Isivivinyo soMalusi–Nhlangulana 25-Ntulikazi –––––––––––––––––– 4
1
UMdali
Owabethelwa
K
“ onke” kwavela ngaYe uJesu, kodwa, ngokusho kwemiBhalo, “uJesu
wakhala” (Johane 11:35). UMdali wakhala? Nangaphezu kwalokho, uJesu
“waphikwa waphinde wedelelwa abantu; umuntu wosizi, odeleliwe nowazana
nokuhlupheka” (Isaya 53:3). UMdali, umuntu wosizi, odeleliwe waze waphikwa? Wake
wakhala wathi “Nkulunkulu waMi, Nkulunkulu waMi, ungishiyeleni? (Matt. 27:46).
Kwakungenzeka kanjani lokhu? Kungenxa yokuthi uJesu, uMdali wethu, wayebuye
abe uMsindisi wethu futhi, ngaleyo ndlela wayengobethelweyo kaNkulunkulu-uMdali
owathatha isimo somuntu, wahlupheka ephila impilo yokuhlupheka nokusebenza
kanzima, okwagcina ngokuthi aphanyekwe esiphambanweni samaRoma.
Kanjalo-ke uMdali wethu, esiphila ngaYe, sikhona ngaYe, sihamba ngaYe, siyikho
konke ngaYe” (Izenzo 17:28), wahlupheka njengomuntu ngezindlela esingeke thina
size sihlupheke ngazo. Singathwala kuphela olwethu usizi, okwethu ukudabuka;
esiphambanweni wathwala “ izifo zethu, wetshatha ubuhlungu bethu” (Isaya 43:4)—
bonke. Lesi yisenzo esimangalisa kakhulu kuwo wonke umlando womhlaba nezulu.
Njengoba sesinawo lomlando wokubethelwa kukaNkulunkulu, kulezinyanga ezimbalwa
ezilandelayo sizozama ukuqonda kangcono lokho okungaqondakali—ukuhlupheka
2
kwethu, ukuhlupheka kwamaKrestu, kwalabo abanikele ukuphila kwabo kuKrestu.
Asisho ukuthi sinazo zonke izimpendulo; esikushoyo ukuthi “uNkulunkulu uluthando”
(1 Johane 4:8) nokuthi yize zenzeka lezi zinto, singamethemba uNkulunkulu, sikhule
emseni ngenxa yazo noma kubuhlungu kangakanani.
Kulonyangantathu sizofunda iZwi likaNkulunkulu, sibone ukuthi abanye abantu
benyama negazi, nakuba benconywa ngokukholwa, nokho babhekana nokulahlekelwa
yithemba, ukukhashelwa, ukujabhiswa, ukulahlekelwa,
ukungabikho kobulungiswa, nokuhlukunyezwa
(akuzona yini izinto esizaziyo lezi?). Bahlangabezana Noma, njengokusho kuka
kanjani nalezo zimo, bafundani? Isibonelo sabo Ellen G. White: “Isiphambano
singasifundisani thina? siwukubonakaliswa
Uma sibuka laba bantu, okwabehlelayo, imizabalazo emiqondweni yethu
yabo, nokuvivinywa kokukholwa kwabo (okucishe ebuthuntu, ubuhlungu
kufane nokwethu), sidinga njalo ukukuqhathanisa
obafikela inhliziyo
nesiphambano. Sidinga ukukhumbula njalo ukuthi
noma ngabe umuntu ubhekene nani, uJesu Krestu, kaNkulunkulu kusukela
uMdali noMsindisi wethu wadlula kokungaphezu kungena isono emhlabeni.”
kwalokho. --Education, p. 263.
UNkulunkulu wethu unguNkulunkulu ohluphekayo.
No Albert Camus, owayengesiye umKrestu oqinile,
wabona ukuthi kusho ukuthini ukuhlupheka kukaNkulunkulu esiphambanweni, wathi:
“Ubusuku eGolgotha bubaluleke kakhulu emlandweni wabantu ngenxa emathunzini
abo, ongcwele washiya amalungelo akhe, waphuza nomthamo wokugcina usizi
lokufa.”—Albert Camus, The Rebel (New York: Vintage International, 1991),
p. 33. Noma, njengokusho kuka Ellen G. White: “Isiphambano siwukubonakaliswa
emiqondweni yethu ebuthuntu, ubuhlungu obafikela inhliziyo kaNkulunkulu kusukela
kungena isono emhlabeni.” --Education, p. 263.
Izifundo zethu akuhlosiwe ngazo ukuvikela uNkulunkulu phakathi kobubi obukhona.
Kunalokho, njengoba sesishilo, zizama ukusisiza ukuthi sibhekane nokuhlupheka
okungegwemeke kulomhlaba lapho khona isono silula njengokuphefumula. Esizozama
ukukutshengisa ukuthi ubuhlungu, ukuhlupheka, nokulahlekelwa akusho ukuthi
uNkulunkulu usishiyile; kusho ukuthi nathi thina abakholwayo, siyathinteka kolokho
okwenzeka kubo bonke abantu besono. Umehluko ukuthi, ngoJesu kanye nethemba
asinika lona, singathola ithemba nesizathu sokuphila lapho kubonakala sengathi
akusekho nesizathu sokuphila, nokuthi noma ngandlela thize, singaboni ukuthi
singasethemba kanjani isithembiso esithi: “konke kusebenzelana ukulunga kulabo
abathanda uNkulunkulu” (Rom. 8:28)—Yena loNkulunkulu owenza zonke izinto,
wahlupheka ngazo zonke izinto futhi (kungakho-nje simthanda).
UGavin Anthony, okunguyena obhale kakhulu kulesifundo salekota, wakhulela eSri Lanka
eyingane yomvangeli. Wasebenza njengomfundisi eNgilandi, waba umongameli weconference
e-Iceland ngesikhathi ebhala lezifundo.