Professional Documents
Culture Documents
IsiZulu FAL P2 Nov 2017
IsiZulu FAL P2 Nov 2017
IsiZulu FAL P2 Nov 2017
SENIOR CERTIFICATE
IBANGA LE-12
NOVEMBA 2017
AMAMAKI: 70
IMIYALELO KWABAHLOLWAYO
ISIQEPHU A: INOVELI
Phendula umbuzo ngenoveli EYODWA oyifundile.
ISIQEPHU B: UMDLALO
Phendula umbuzo ngomdlalo OWODWA owufundile.
ISIQEPHU D: IZINKONDLO
Phendula imibuzo ngezinkondlo EZIMBILI ezibuziwe.
OKUQUKETHWE:
ISIQEPHU A: INOVELI
3. Umshado 35 10
ISIQEPHU B: UMDLALO
5. Icala Kaliboli 35 16
6. Isiko Nelungelo 35 19
7.2 'Ilobolo' 17 24
ISIQEPHU D: IZINKONDLO
8.2 'Kwamfaz'ongemama' 17 26
ISIQEPHU A: INOVELI
ISIQESHANA A
1.17 Uyazwelana yini noNokulindela kulesi simo azithola ekuso kule ndaba?
Sekela impendulo yakho ngamaphuzu AMABILI. (2)
ISIQESHANA C
2.3 Yini eyayenza abantu bakungabaze ukuthi uManyoba ungubaba kaMjwayeli? (1)
2.11 Bhala isizathu esasenza ukuthi uMirriam angakwazi ukusiza abazali bakhe
ngesikhathi sebehlupheka. (2)
KANYE
ISIQESHANA D
2.14 Nikeza isizathu esenza ukuthi umama kaFanyana ayeke umsebenzi emva
kokushada noManyoba. (2)
2.18 Ukuba wawunikwe ithuba lokweluleka uManyoba emva kokuba ewine ilotho,
wawungathini kuye mayelana nokusebenzisa imali yakhe. Bhala amaphuzu
AMATHATHU. (3)
[35]
ISIQESHANA E
3.10 Bhala isizathu sokuthi uLindiwe abuyele kubo kaBhekani emva kwezinyanga
ezinhlanu bagcinana. (2)
KANYE
ISIQESHANA F
3.16 Uyazwelana yini noBhekani kulesi simo azithola ekuso kule ndaba? Sekela
impendulo yakho ngamaphuzu AMABILI. (2)
AMAMAKI ESIQEPHU A: 35
ISIQEPHU B: UMDLALO
ISIQESHANA G
4.2 Ngokwalesi siqeshana yini eyenza ukuthi uDuma abaleke emzini wakhe
ayocela usizo kusayitsheni? (1)
4.10 Chaza isimo senhlalo kule ndawo yenkosi uShandu. Bhala amaphuzu
AMABILI. (2)
4.12 Yikuphi kule ngxoxo engenhla okukhombisa ukuthi usayitsheni ubona ukuthi
nguDuma ongumphehli wodweshu kule ndawo? (2)
KANYE
ISIQESHANA H
IKHOLOMU A IKHOLOMU B
4.15.1 uMaMsomi A Wayefunda oHlange
4.15.2 uMaShezi B Ummeli weNkosi
4.15.3 uSidamba C Isithakazelo sakwaDlamini
4.15.4 uMzizi D Inkosikazi kaDlamini (4)
4.16 Hlobo luni lomdlalo lolu? Sekela impendulo yakho ngephuzu ELILODWA. (2)
4.17 Ngokucabanga kwakho lokhu okwenzeka ngosuku lomhlangano woxolo
kuyinto ekholekayo nengenzeka yini empilweni yangempela? (2)
4.18 Umbhali uphumelele yini ukuveza indikimba yalo mdlalo wakhe? Sekela
ngamaphuzu AMATHATHU. (3)
4.19 Ukuba wena wawunguMbandlwa yiziphi izeluleko ezakhayo
owawungazinikeza uDuma? Bhala amaphuzu AMABILI. (2)
[35]
ISIQESHANA I
5.10 Chaza ngesimo senhlalo kule ndaba. Bhala amaphuzu AMABILI. (2)
KANYE
ISIQESHANA J
5.14 Hlobo luni lomdlalo lolu? Sekela impendulo yakho ngephuzu ELILODWA. (2)
IKHOLOMU A IKHOLOMU B
5.15.1 UNhleko A Isigebengu esingumngani kaMthofi.
5.15.2 UNtshangase B Umama kaSonto.
5.15.3 UMaMkhize C Umseshi wecala loMfundisi.
5.15.4 UToronto D Ummeli kaMbhele omsizayo. (4)
5.17 Umbhali uphumelele yini ukuveza indikimba yalo mdlalo wakhe? Sekela
ngamaphuzu AMATHATHU. (3)
ISIQESHANA K
6.2 Ngokwalesi siqeshana yini eyenza ukuthi uThenjiwe angakutholi ukujabula? (1)
6.3 Ngokwalesi siqeshana yini eyayizokwenza ukuthi uThabi azonde uGugu? (1)
6.6 Tomula umusho kulesi siqeshana ofakazela ukuthi uThenjiwe akalithandi leli
siko lokungenwa. (2)
6.11 Yikuphi kule ngxoxo engenhla okukhombisa ukuthi uThabi uzicabangela yena
nomndeni wakubo kuphela, akanandaba nezifiso zikaThenjiwe? (2)
KANYE
ISIQESHANA L
UMBUZO 7
ISIQESHANA M
KANYE
ISIQEPHU D: IZINKONDLO
UMBUZO 8
KANYE
Kwamfaz'ongemama – FF Mbatha
1 Awuthunyelwa gundane
2 Ngidele konke ngayokwenda,
3 Ngidel'ikhaya likababa,
4 Ngadel'izihlobo nabangani,
5 Ngadela nezinkalo zakithi,
6 Uze ungilonde Mveli
7 Kwamfaz'ongemama.
8 Namuhla ngiqombol'izintaba,
9 Ngilibangise kwamfaz'ongemama.
10 Noma ngibangwa nezibi,
11 Liyophuma lithi
12 Ngiyatefa ngiyazenzisa,
13 Uze ungigcine Menzi
14 Lapho kwanhliziyo ngise.
15 Noma ngingayisisulu sikamamezala,
16 Noma angangicakafula angichaphe
17 Ngelumelayo yodwa,
18 Ngiyobekezela ngizithobe.
19 Mntanomuntu ngibekezele,
20 Ngigcine yonk'eyasemendweni.
21 Uz'ube yisihlangu sami Baba,
22 Lapho kwamfaz'ongemama.
AMAMAKI ESIQEPHU D: 35
AMAMAKI ESEWONKE: 70