Download as pdf or txt
Download as pdf or txt
You are on page 1of 11

Igama:Hope Ndlovu

Isihloko:Ukuphela kwemisebenzi ngenxa


yobucwepheshe
Ukuphela kwemisebenzi ngenxa
Yobucwepheshe
Yini ubuchwepheshe??
Ubuchwepheshe
ngukusetshenziswa
kolwazi lwesayensi
ngenjongo
yokuthuthukisa
ukusebenza kwento
Ngokwezinga elikhulu ,ubuchwepheshe buye bawuguqula kakhulu
umhlaba esiphila kuwo. Phakathu kwezinye izinto buvule umhlaba
ngokuhwebelana kwembulunga yonke futhi kwavulela amabhizinisi
amateurs wokuthola imakethe ebanzi.

Ngaphezule kwalokho ,ubuchwepheshe business ukufinyelela kalula


olwazini futhi ngokungafani nakudala ,manje sekulula ukwenza
imisebenzi ehlobene nomsebenzi.
Nokho noma ubuchwepheshe bungnconywa ngokwenza umhlaba ube
yingmdawo engcono,bube nemothelela emibi emphakathini.
Ubuchwepheshe Buyiqede Nya Imisebenzi Emphakathini Yesimanje.

Ngokombono wami ukuthuthuka kwezobuchwepheshe phakathi


neminyaka ,kufanele kusolwe noma sithi “izinga lemisebenzi noma
amathuba okuqashwa kwabantu emhlabeni ayehla ngexa
yokuthuthuka kobuchwepheshe”.
Emkhakheni wezokukhiqiza ,isibonelo ukusebenziswa
kobuhlakanipha(pecelezi“Artificial Intelligence”) Kanye nokusetshenziswa
kwamarobhothi sekuthathe ngokuphelele imisebenzi eyenziwa abantu .
Ngokwencwado engisanda kuyifunda ,eqanjwe ngokuthi yi- Competing for the
Future evela e-Harvard Business School ,ubuchwepheshe buye bathuthuka
ngesivivini esikhulu kuyingakho amathuba omsebenzi elokhu ehla.Nfenxa yalesi
senzo ,abantu baphoqelekile ukuthi baqiniselise ukuthi banamakhono
adingekayo ukuze basebenze ngezobuchwepheshe obunikeziwe ,ngaphandle
kwalokho iskhundla somsebenzi wano ungasuthathwe ngubuchwepheshe.Lesi
senior sidale isimo lapho abasebenzi nezinkampani ezingenawo amakhono
adingekayo zisalele emuva embonini yemarkhethi noma zigcina zigudluka…Inzuzo
yamabhizinisi ahewba nayo iyehla ngenxa yamakhono anganele okubhekana
nobuchwepheshe obusha ,lokhu kuye kwaphazamisa iPhone lamabhizinisi
lokuqasha abasebenzi abasha..
Njengoba ngike ngasho
ukuthi bona lobu
buchwepheshe esithembele
kuwona ukuthi benze
Imisebenzi I ’ve lula
buohinde business
ukukhulisa izinga
lokukhiqiza amabhizinisi
yibona obudala
Imisebenzi
yasendlini.

Kusobala ukuthi inani labantu


abasebenza emkhakheni
wokukiqiza legless kakhulu ngenxa
yokwanda kokusetshenziswa
kwama-robhothi nobuchwepheshe
obuthuthusiwe bokuzenzela
,ayisaphathwa eyokusetshenziswa
kwezinsizakalo ezihlobene
noWebhu(Web Services) Kanye
nobuchepheshe onuthuthukile be
Aritificial Intelligence okwenze
kwabalula ukuthi izinhlangano
zithole amandla ashibile ,okwenza
ikhompuyutha ibaluleke
Imisebenzi yabo nogada……

You might also like