Incwadi Yokufunda 201/2/2023: Isandulelo Kwizifundo Ngezindlela Zokucwaninga Ulwazi Lwasethebes/Afrika

You might also like

Download as pdf or txt
Download as pdf or txt
You are on page 1of 4

AFC1501/201/2/2023

Incwadi yokufunda 201/2/2023


Isandulelo kwizifundo ngezindlela
zokucwaninga ulwazi lwaseThebes/Afrika

AFC1501

Isimesta 2
Umnyango wezifundo ngabantu

Okubalulekile ngokubhalwa kwama- Asayimenti 1

BARCODE
1 ISINGENISO
Mfundi othandekayo

Lencwadi yokufunda izokucija ngokubhalwa nezimpendulo zama-Asayimenti.

2 I-ASAYIMENTI 1 KANYE 2
Amaphuzu abalulekile uma umfundi ephendula i-asayimenti yokuqala
neyesibili (01 kanye 02)

Shono ukuthi lolulwazi ulithole kuphi. Khumbula ukuthi le incwadi esemthethweni ifana nocwaningo. Kufanele
wazize umuntu ofunda ingxoxo yakho ukuthi ulwenzile ucwaningo ngento noma nesimo okhuluma ngaso!
Isibonela lokhu ukuthole encwadini ka-Mthembu (2013), noma Mkhize (2019), noma Zulu (2020).

Ulwazi olusezincwadini lubhalwe ngabantu.

Shono ukuthi ngobani labo bantu?

Jula ngena ezimpandeni kuloludaba

Hlela kahle isingeniso sakho uqale ngokuya eNyakatho ye-Afrika (EGibhithe), bese ubuya nge-Ntshona (Ethopia),
bese ugcina ngoMzansi Afrika ekhaya

Yenza isibonelo/noma izibonelo?

Hlela umsebenzi wakho ngendlela efanele.

Isibonelo: Isingeniso

Umzimba

Isiphetho

Kuhle kodwa umlando wakho awujulile ngendlela efanele, qathanisa imibhalo yababhali bezincwadi zase-Afrika
bese uphuma nowakho umbono noma uyavumelana nabo noma cha, kulungile kungumbono wakho!

Wazi kanjani ukuthi sasingekho ekuqaleni lapho, buphi ubufakazi.

2
AFC1501/2023

Luphi uhla lwezincwadi ozifundile noma ozisebenzisile lapha?

Bhala kahle uhla lwakho lwezincwadi yendlela efanele ka-Harvard

Bhala kahle ngokucacile

Kuliqiniso kangakanani lokhu - shono ucwaningo lwakho olwenzile ngalokhu okushoyo. Izifundo zemfundo
ephakeme zincike kulwazi olunobufakazi

Ngcolosi - Hlonipha isbongo sakho nesithakazelo sako futhi usibhale nendlela efanele

Kungani kunjalo?

Bhala imininingwane yakho lapha njengomfundi!

Xoxa kabanzi!
Lokhu akwanele?

Xoxa kabanzi!

Chaza kabanzi- Akuzwakali kahle

Yini lena?

Dweba/Bhala indilinga bese uyichaza kabanzi ngokwazi kwakho,

bese uyichaza ngokukaTehuti.

Indilinga phakathi inensika-chaza ukuthi isho ukuthini insika leyo?

Khumbula ukuthi insika imele ukuthi kunomgogodla ongaphuki.

Ukuqina komgogodla kusho ukuzazi

Ukuzazi kusho ukungaphenduki entweni okholelwa kuyona.

Noma kungeyona impoqo ukuthi udwebe indilinga kulomsebenzi wakho. Kodwa kubalulekile ukuthi uyidwebe
nokuthi uma uchazela umuntu akwazi ukulandela lokho okushoyo.

Bonisa izigaba zentuthuko lapho zibonakala khona

3
Chaza ukuthi ulwazi lwethu lapha e-Afrika luhluke kanjani kwezinye izizwe.

Lokhu kulungile kodwa umbuzo ubuthi isimo sempilo jikelele e-Afrika kodwa hhayi ezempilo njengoba wena
ubhalile. Fundisisa kahle umbuzo?

Yebo kuhle umsebenzi omuhle ngempela lona

3 IZIVIVINYO
Imibuzo yezivivinyo zakho zaphakathi konyaka kanye nezokuphela konyaka izofana nemibuzo
yama-asayimenti akho.

4 UKUPHETHA
Siyethemba ukuthi uzokuthokozela ukufunda lemojuli sithanda ukukufisela okuhle kodwa ukuya
phambili.

Ozithobayo

Dkt P NHLANHLA

You might also like