Professional Documents
Culture Documents
Ntuli DBZ 1868880478 Section2
Ntuli DBZ 1868880478 Section2
Isingeniso
45
O kuningi kobuciko bomlomo okufana nezinkondlo akwaziw a ukuthi
kw aqanjw a ngubani. Akum angalisi-ke ukuthi uthola izinhlobonhlobo
zo k u k w eth u la lokhu nak h u k u d lu lisw a ngom lom o okuthi kufika
kum untu w esibili now esithathu kube sekuguqukile. O kubalulekile
ngalezi zinkondlo zomdabu ukusebenzisa amagama ngendlela eletha
isigqi csim nandi nokusebenzisa im ifanekisom qondo enembayo.
Imilolozelo nezilandelo
Thula-thula
Yeyi we mfana
Yeyi we mfana
46
Yeyi aph'am athole?
Yeyi akonina.
Yey'azodlani?
Yeyi um gqushum ba
Yeyi uw ubekephi?
Yeyi endlini kaGasa
Yey'uGasa athini?
Hhayi suka nje
Uvemvane luyavakasha,
Emagangeni imbuzikazi
Ithw el'um qheke
Omekle! Omekle!
Iziqubulo
Qubula zasha
Qubula! Zasha!
Ngithi: Q ubula bo!
Zasha! Zasha! Zavutha bo!
Insim bi kayigobi gobi bo!
Insim bi kayivumi!
Yithel'amanzi bo!
47
Hhawu suka mntanomliingu!
Um hlan'uyagoba! Insim b'ayigobi!
Phinde! Phinde! M lungu!
Qubula! Zasha!
Lagqwal'ithusi! Ngafa mina!
Qubula! Zasha!
Amaculo
48
aphelezelwa yizigubhu, konke lokhu kuvusa imizwa yobunye ema-
buthw eni, azizwe sekushisa igazi nakhu asefisa ukuthi ngabe aseba-
m bene ngezinqotho nezitha zawo. U buciko o b u k h u lu em ahubeni
b u lethw a yisilesi sigqi esilethw a u k u p h in d ap h in d w a kw am agam a
namazwi athile. Nazi izibonelo zamahubo empi lapho kuhlaselw a kanye
nahutshw a lapho impi seyibuya inqobile.
Ihubo Iokuphakw a kw em p i
W aqedaqed'izizwe,
Uyakuhlaselaphi na?
E! Uyakuhlaselaphi na?
E! - E! - E! - E!-
Uhlaselaphi na?
W ahlul'am akhosi,
Izwe ngelesil'indlovu
W anqoba amakhosi!
Ozizwayo kabuye,
A phinde kw aZulu
W aw el'uSuthu,
W awel'uM khom azi,
W awel'iM buluza!
49
la. Yingakho-ke kw akuba nezingoma zakhona ezazenzelwa ukuvusa
usinga nesibindi em abuthw eni, kuthi lapho ephum a asukele phezulu.
Nakhona lapha akunabunkondlo obutheni ngale kw esigqi sokuphindw a
kw am azw i laphaya nalaphaya.
Iphum' inqina
Inyam azane
50
Ubende w uthango
Nang' uMagejana
Wenduna
W enduna
K w aqhum 'isibham u
W enduna
Esavutha
51
W enduna
Uyaw abon' amaBhele
Ehloma kancane
Afun' ukw enzani?
M zungezi
M zungez' uzokhalelani?
A nibom bheka.
Uzokhalelani?
A nibom bheka
Uzokhalel' ubani?
M zungez' uzokhalelani?
U thint' abafazi
U thint' abafazi
U thint' imbokodo
Uzokufa.
Encw adini kaM aphum ulo ethi Unqam bothi (1993:49) kukhona athi
kuyisiqubulo esiqondene nem pi, okusobala ukuthi leli culo lisuselw a
kuso. Sithi:
W athinta thina
W athinta im bokode
Uzokufa.
52
U zw athi LwabeNguni (1993:52), la maculo uw abiza ngokuthi 'Im i-
chwayo yemigcagco'. Elinye lalawo ejw ayelekile ngelithi:
Aniboyigcina
Aniboyigcina
Aniboyigcina
Aniboyigcin' intandane
Ngoba kusasa nizoth' uyeba
N ith' uyathakatha
N ith' ud l' am aqand' umakoti.
Imilozi
Insingizi
Insikazi: Ngiyahamba-ngiyahamba,
Ngiya kw abakithi.
Induna: Hamba ham ba kad'usho.
Insikazi: Ngiyahamba ngiyahamba!
Ngiyakwabakithi!
Induna: Ngithi ukusutha konke lokho!
53
Insw em pe
Ingede
Mame M am ndengede,
Ngafike kwezinoju,
K w aM aphath'azishiye,
Nom tsheketshe, bapha
K ukhul'um ondli w ezintandane,
Edla izintandan'eziham bayo!
Ngiyasebenza
K odw ' angitholi napen', pen', pen'.
Ibhande nsi, nsi, nsi,
Unduku bho, bho, bho.
54
Kungaba khona-ke ukuphikisana ngokuthi igama lomlozi liyifanela
kanjani im isindo engew ona ngem pela 'am akhw ela' njengalaw o enziwa
yizinyoni.
Izangelo
55
P hind'ukukhul'um ntw ana.
Zinsizwa! Zinsizwa Muzi!
W aqham uka m adlis'um ona ngokusa!
M adabul'ubum nyam 'odlisa ngenkani!
O zakw eth'izinsizw a ziphelel'eG udunkom o!
Bayokhulum 'ezingosini M adlisangenkani,
Bayoze baphum el'obala, Nkonjan'em nyam a ngenkani!
B adw enguluke bangqazuluke bayivuma:
'Ziphelel'izinsizw a kaM khatshw a!'
56
Zikhona nezinye izinhlobo zezangelo ezingase zibe zinde, kubuye
kudinge ukuba um untu achazelwe okuthile okwenzekayo ukuze aqonde
kahle ukuthi zisho ukuthini ngempela.
Izithakazelo
G um ede
Phakathwayo!
57
M nguni! Qwabe!
M nguni kaYeyeye.
Osidlabehlezi!
BakoPhakathwayo kaKhondlo,
Abathi bedla, um untu bamyenge
Ngendaba bathi: 'Dluya kubeyethw e.
Kanti bahlinz'im buz'enonile.
B ath'um lobokaz'ubeyethe kayikhuni.
Bathi badikida yoyo daba yobukhuni!
Bakhom b'intaba yakhal'izinyem bezi,
Babhonga bathi: 'UNgoye yoyuya!
Phakathw ayo kaK hondlo kaM ncinci,
KaLifutha, kaSim am ane w aw oSidinane,
Izinyane likaNonjiya kaMlomo,
W awoSongem ane kaQw abe, kaM alandela!
N gokulandel'izinkom o zamadoda,
Yen'ezalwa nguLufulwenja,
Inkonyane kaNtombela, kaM ahlobo!
Amazala-nkosi lana
OM pangazitha! Bantwana benkosi
Nina bakwaNtokela!
Ndabezitha! M aqhaw 'am akhulu!
58
Izibongo
Lezi zibongo zisuke zitusa okuthile kw esilw ane noma okunye okubo-
ngwayo. Nakhona lapha ezibongw eni zezilwane asiw utholi um lando
nozalo Iwazo. Nokho sithola ezinye ziphaw ula ngamagama, zibuye
zinikeze nezenzo ezithile ezinhle zazo. Singake silinganise nje nganazi
izibongo zenkunzi:
59
Izibongo zenkunzi
UNomalevu kaNomalekethe!
Unkobe zaphekw 'em thini zanyanta,
Zakhwezelwa yim paka nesikhova,
U bhukuda kw esinezingw enya.
Utolotolo, isizib'esizw iw a
Ngobhoko olubuthuntu,
Uklevuklevu w ezihlabathi
Umahlaba phans'abuye nodaka.
Um phandela nkunzana.
K uchanas'im ithantazana.
U Jam lud'obom vu njengentolw ane,
Inkunz'ekhony'izibaya ngezibaya,
Umakhonya kunyakaz'iziziba!
Ugxamalaza kuphum 'ijongozi,
Inkunz' em idw ayidw a kad' izidwangula!
60
Kanti ngaphandle kw ezilw ane kuningi okunye okunezibongo, njenge-
zinduku, kam uva sekubongw a nam abhasi nezitim ela. Bheka ngoba
nezindaw o ezithile njengeGoli nje, zike zibe nezibongo.
(b) Izihasho
NginguKhekhe kaSigibhi,
USigibhi kaDube
Umcaphuni w ezinkob' ezishisayo
Umqaqi wefindo ebeliboshiw e amadoda.
(c) Izigiyo
61
abanye. Emva kw alokho usengagiya aqephuze, baqale futhi bam hashe,
kokunye sebefaka nokuthathw a ezobongweni zakhe ezaziwayo. Lokhu
angase akusho engakagiyi kuvam e ukuqukatha lokho yena athi uyikho
noma uyakwenza, bese benanela abanye bem vum ela kulokho akushoyo
ngaye, njengokuthi:
Ogiyayayo: Ngiyamshaya,
Ngiyamshaya um thakathi lo!
Abenanelayo: Uyamshaya,
Uyamshaya um thakathi Io!
Noma ngubani angaba nazo izigiyo lezi kusukela kum untu nje, kuze
kufike enkosini imbala.
62
Cope elithi Izibongo, elicubungula izibongo nobunjalo bazo, liphaw ula
ngezibongo zamakhosi, izinduna, am abutho athile, abesifazane ababam ba
iqhaza ekuphum eleliseni um buso w akw aZ ulu esingababiza sithi ngo-
M afungw ase besizwe. Akagcini ngezihlabani ezinsundu uze anikeze
nezibongo zabelungu ababephila ngalezi zikhathi imbala. Lo m cubunguli
kanye nabacubunguli abangapham bi kw akhe nabam landelayo balibeka
obala iphuzu lokuthi izibongo zazisetshenziswa ngisho nangabantu nje.
63
N gob'iduke nezawoM zilikazi.
U nophandam thom bo wezisele.
Untamo kayidinw a yiziqu,
Njengabo bonke zibadinile.
U behlangabez'uZulu eM aqongqo,
Kwaze kw abuz'uN dlela,
Wathi: 'Uzoyibamba iphi na?
Mfana kaM aqhoboza ngiyabuza?'
W athi-ke: 'N ans'eyam i,
Engizoyibam ba kuyo!'
W ayesethi-ke yena: 'K epha ngiyakhala,
Ngoba ngibona nje, inkos'isithele
Abafana, angibabon'engizakulw a nabo,
Ngibona abafana bodw a.'
64
wesilisa kukhona umame owa evuka nemizamo yokum gqugquzela. Kanti
lapha kwaZulu kudala isimame sama njengom gogodla em busw eni futhi
lokhu bakw enza ngem pum elelo. Kungakho kungasim angalisi ukuthola
laba besifazane bem dibi m unye nam aqhaw e kanye nam akhosi oselwa.
USoqili!
Iqili lakwaHoshoza
E lidl' um untu lim yenga ngendaba.
Lidl' uBhedu ngasezinyangeni,
Ladl' uM khongiyana ngaseM angadini,
Ladl' uBheje ngasezanuseni.
UBhuku lukaM anzi,
O lubam b' abantu lw abenela,
Ngoba lubam be kw anyam alala
Inkom 'ekhal' eSangonyana,
Yakhal' umlomo wayo w abhoboz' izulu.
Iye yezwiwa nguM agw abalanda
Ezalwa nguM ndaba w akw aK hum alo.
Intom b' ethom be yom' umlomo,
65
Zase ziyihlab' im ithant' ezawonina.
UM thobela bant' izinyoni,
Bayazibamb' usezibuka ngamehlo.
UV ula-bangene-ngaw ' onk'am asango,
Abanikazi muzi bangene ngezintuba.
UM ncindela kaNobiya,
U M hlathuz' uzaw ugcw al' emini.
Im bibakaz 'eyaqam b' im igqa kw aM alandela,
Yathi ngabakw aM alandela,
Ithi yikhona bezoqananaza ngazo zonk' izindlela.
'USoqili!
Iqili lakwaHoshoza
E lidl'um untu lim yenga ngendaba.'
'Inkom 'ekhal'eSangonyana,
Yakhal'um lom o wayo w abhoboz'izulu.'
USomnqeni.
UMathanga kaw ahlangani,
Ahlangana ngokubon' um yeni.
UGedegede Iw asenhla nenkundla.
Uphoko-phalala kuM aqhw akazi,
66
A ngibonang' uphoko ukuphalala.
Umboni w am abhungez' uSontanti.
USontanti onjengow akwaGw azana.
USontanti kayidl' inkom ' ensizwazana,
Udl' ubisi lw enkom ' enezim pondo
U kw esab' abayisengayo.
Intom bi kaM bengi weNguga
KaSoyengwase kaM aqam ede.
UXebe woM hlathuze.
Mfaz' ontongande zingamadoda.
Uyishaye yanyus' iSabiza.
Obcngabafana baseNguga,
Abeza beluhayizana!
UNandi kaM bengi ngom unye wom ame abam qoka em landw ini w akw a-
Zulu. UNandi kw akungunina kaShaka, um bum bi nom hlanganisi we-
sizwe samaZulu. Udum o lukaN andi aluqham uki ekuzaleni kw akhe
inkosi uShaka kuphela, lubuye luvela nasebuntw ini nasekuziphatheni
kw akhe. Lokhu kuqondisw e ekuzim iseleni kw akhe ukuhlangana, aze
agcine ebonene noSenzangakhona uyise kaShaka, okw ethulw a ngobu-
nkondlo ezibongw eni zakhe:
USomnqeni.
UM athanga kaw ahlangani,
Ahlangana ngokubon' um yeni.
67
zisa futhi w am phatha kahle njalo uNandi waze w adlula em hiabeni.
Uthando alutshengisa indodana yakhe lwenza ukuthi ikhule iqotho futhi
izimisele ukuba yinkosi yokuqala yakw aZulu enam andla yize kukhona
ababengakukholw a lokhu. Singasho kugcwale ukuthi lokhu kuhlupheka
nobuqotho bukaN andi nabo baba nesandla esibalulekile ekubunjw eni
kom buso w akw aZulu.
Izibongo zam akhosi zithathw a njengencw adi yom lom o nyom lando
w am akhosi kanye nobunjw a kobukhosi bakw aZulu. Lokhu kugqam isa
ukuthi azizona izinkondlo eziqhakam bisa ukucikoza ngam akhosi nje
kuphela kodw a ziyibhuku lom lando kaZulu. UZulu w ayengenalo ulwazi
lokuloba phansi kodw a lokho akuzange kum vim bele ukugcina um lando
ngendlela yezibongo. Njengoba besithe jw aphu esingenisw eni ngobu-
njalo bezibongo, phela zisitshela ngenkosi. Nakhu ziqala ngozalo lwayo,
zithinte ukukhula nezimpi eyazilwayo. Ezinye zibalise njalo ziphaw ule
ngokuthatha kwayo ubukhosi, zithinte imizi, am abutho, ukuhlabana
kwayo kuze kuyofika ekukhotham eni kwayo.
68
Elokuphakam a kw em bongi libhekise ekhonw eni layo elingejw ayelekile.
Kungenzeka abanye babe nem inye im ibono ngokulandelana kwalezi
zimbongi.
Yini edala ukuthi lo m sebenzi wem bongi siw uthathe njengom sebenzi
onzima na? Izimbongi lezi zazinelungelo elingandile lokusho izinto
okanye imizwa ngokuham ba kw ezinto noma zizinhle kokunye ngisho
zinganam bitheki kahle enkosini. Uma um untu ow ayengenalo leli lungelo
w ayengalinga abeke im ibono yokusola inkosi ngobunjalo bayo, wayobe
usegcinile ukudla anhlavana. Im bongi-ke yayithathw a njengom lom o
wesizwe, ivunyelw e ukusola inkosi nangezinto ezingayiphathi kahle.
Lapha kulezi zibongo ezingezansi sethule nezim bongi zamakhosi athile,
lapho sikw azile ukuzithola khona.
69
kw aM thethw a, oM acingwane wesizwe sakw aM chunu, oPhungashe wa-
kwaButhelezi, uSenzangakhona w akw aZulu, uZw ide w akw aN dw andw e
njalonjalo. K w athi lapho uShaka esethatha ubukhosi w aw ahlasela
w onke la m akhosi, w abe esehlanganisa ndaw onye zonke lezi zizwc
ezincane zaba ngum buso ow odw a.
Emuva kokw edlula kukaC etshw ayo ehla am andla kaZulu, kw aqala
u k u b u sa am andla abelungu, izinyoni zezulu ezabonw a nguShaka
w aziham bela. W onke am akhosi alandela uC etshw ayo ayesebekw a
ngabelungu, futhi um lungu w asew atshela n okuthi abuse kanjani,
esenqunyelw e nezindaw o ayezibusa. U kuqoqw a kwezibongo kw aqalw a
ngenkosi uNdaba.
70
Izibongo zenkosi uShaka
UNodumehlezi kaMenzi!
Ilem b' eleqa amanye amalem be ngokukhalipha
USishaka kashayeki!
UShaka ngiyesaba uk u th ' uShaka,
UShaka kw akuyinkosi yaseM ashobeni.
Odabule kuN dim a noMgovu,
Im ikhubulo bayishiy' izinqindi,
Abafaz' abanendeni baphuluza;
Im bew u bayishiy' em anxiweni.
Odabule kuBhuzane phezulu,
W akhethelw a udw endw e lwamaza,
W adabula kuM combo zigoduka.
Umlilo w othathe kaM jokwane;
Umlilo w othath' ubuhanguhangu;
Oshise izikhova eziseDlebe,
Kwaze kw asha neziseM abedlana.
Uteku lwabafazi bakwaNom gabhi,
Betekula behlez' emlovini,
Beth'uShaka kakubusa kakuba nkosi,
K ant' unyakan' uShaka ezakunethezeka.
Inkom ' ekhal' eM thonjaneni,
Izizwe zonke ziyizwil' ukulila,
Izwiwe uD unjw a waseluYengeni,
Yezwiwa uM ancengeza w akw aK hali.
O ndlela bazibuza kuDunjwa,
Athi bangayibuza kuM bozane,
O ndulel' ukuya kuNomagaga,
Lafik' iqhude lamvimbela.
Uzulu lizayo, khw ezan' abantw ana,
Ngabadala bodw ' abazozibalekela,
UDunjwa yedw a lim khandanisile.
Oyew akha am axhib' oThukela,
Lapha kucushw ' isilo ngom w ow ane,
Weza noKhungw ayo noGobizembe.
O ndande ngokhal' olude;
71
W adabul' em athanjeni
AbantakaThayi beya kuM acingwane, eNgonyameni.
OZihlandlo kaGcwabe, ngibasolile, abasocoki;
Inkos' abayitshelanga izibuko,
Bayiweze ngelisacons' amathe,
E belisandukuw ez' uN tuba wakaM ajoIa.
Inyath' ejame ngom khonto phezu koM zim vubu,
A m aM pond' ayesaba nokuyehlela;
'Nani boGam bushe, nani boFaku!
Nize ningayihlabi, niyothi ningayihlaba
Kobe senihlab' uPhunga nahlab' uM ageba/
Obesixokolo singam atsh' aseNkandla,
A bephephel' izindlovu nxa liphendule.
Izulu elidum ' emuva komuzi eKuqobekeni,
Laduma lazithatha izihlangu zamamaPhela.
W am udl' uN om hlanjana ezalwa uZwide!
W am udl' uM phepha ezalwa uZwide!
W am udl' uD ayingubo ezalwa uZwide!
W am udl' uNom bengula ezalwa uZwide!
W am udl' uM pondophum elela kw ezinde eM apheleni;
W am udl' uM ntim ona ezalwa uGaqa eM apheleni!
W am udl' uM dandazi ezalwa uGaqa eM apheleni!
W am udl' uN om akhw ela kaGaqa;
W am udl' uNoziga kaThatho!
W amudla uN kayishana eCwecweni.
Umxoshi w om unt' amxoshele futhi,
Ngim thanda exosha uZwide,
Ezalwa nguLanga.
Ulusiba gojela ngalaphaya kw eN kandla,
Lugojela njalo, lu d l' amadoda.
Ubeyoz' afike kuNom angci phezulu,
E yakunqum el' um bango w akw aN yusw a,
K w akungabangw a lutho nakw aN yusw a,
K w akubangw ' izinhlakuva em anxiweni,
Bethi: 'N tekenteke zilinden' amajuba!'
UD londlwane ludlondlobele
72
Luyadla lubek' isihlang' em adolweni,
Isidlukuladlw edlw e
Uhlany' olusem ehlw en' amadoda:
O th' esadl' ezinye w adl' ezinye,
W ath' esadl' ezinye w adi' ezinye!
Wena kaZulu, naw oJam a kaM alandela!
73
Impi yakhe eyakuyibuthis' eDliwayini,
W azihlaba kanye nam athol' azo;
Kwathiwa; 'Ziyeke lezo, m ntakaNdaba,
Ngezikanyokom khulu, ngezikaLangazana.'
W ashikizel' uM ashikizel' omnyama,
Edondolozela ngenhlendla yakhe;
Eyoshona ngesikhala
SikaM pehlela noM aqhwakazi;
Eya ngoNotadu, obezalwa uM sweli,
INKOSI UCETSHWAYO
74
Eyoshona ngesikhala sam ahlath' amabili,
TShowe kanye neDlinza;
Eya ngoSikhonyana, obezalwa uN gqungqulu.
U yaw ukhokh' um nyatheliso,
Iqabi lakw abo, elixub' imibala.
Ukhw ani liyasikw a liyahluma;
Ngengxenye linguPhunga
Kwenye ingxenye linguM ageba.
A m akhubal' adliw a nguyena kw abakaM pande.
W adi' uN tshonkw eni obezalwa nguM pande,
A m akhubal' adliw a nguCetshw ayo kw abakaM pande.
W am udl' uM antantashiya obezalwa uM pande,
A m akhubal' adliw a uCetshw ayo kw abakaM pande.
W am udl' uSom xhaw ana obezalwa uM pande,
A m akhubal' adliw a uCetshwayo kw abakaM pande.
W am udl' uM dum ba obezalwa uM pande!
A m akhubal' adliw a uyena kw abakaM pande.
Nonzila kudla kw am agw ala,
Am agwal' adl, ububende.
ULanga-phum ' endlebeni yendlovu,
Nyakambe liyophum a kweyengonyam a.
Impunzi kaNdaba!
75
(i) Izib o n g o e z e n d u le la u m b u s o k a S h a k a
UJama kaNdaba,
UJama kaluthw ana kangakanani
N asenhlam vini yom khont' angenela,
Nasegatsheni angaphathelela.
UM abopha w akithi kw aZw angendaba
O ngibophe zaluk' inhlazane nem fuduluko.
O babis' inhlaba elikuM ahogo;
O thabis' idukum bane elikuNgcingci.
76
O w ahlafun' um lom ' ongadli lutho,
W angokaLuhlafu waw oNogeqwa.
77
sini elama lawa noma asengxenyeni yesibili ukuthi wona ayebongwa
kanjani.
(ii) E z e z ik h a th i z a w o S h a k a , u D in g a n e , u M p a n d e n o C e tsh w a y o
78
Umlilo w othathe kaM jokane;
Umlilo w othath' ubuhanguhangu;
Oshise izikhova eziseDlebe,
Kwaze kw asha neziseM abedlana.
Inyathi kaNdaba
Em pondo zim akhenkenene;
Bayivimbele ngam aphand' em ikhonto,
Beth' uM hlathuze kayikuw uw ela;
Uth' esew uw ela,
W ayesewuwela ngam akhand' amadoda.
79
kabanzi ngokunqoba izimpi nokuhlabana kw enkosi noma ngabe kune-
chilo njengokw ehluleka ekw enzeni okuthile okanyc ukw ehlulw a em pini
kuyavezwa. Sibuye sitshelw e ngesim o la m akhosi ayebusa phakathi
kw aso njengokuthi kukhona ababejivaza behleka uShaka usulu bethi
ngeke abe lutho:
Izibuko likaNdaba
Elim adw al' abushelelezi;
Lashelel' uPiti nendodana.
Lam udl' uPiti kum aBhunu,
W amudla w am tshobotshela.
Wena kaNdaba!
80
kodw a im bongi yayisilandela ngem pum elelo nayo phela ingazenzi,
isivukw e ugqozi. Lapho usuyobona nabantu abalalele sebekw elinye
izinga nenkosi ebongw ayo sebeyibona ngam anye am ehlo bavukw e
am adlingozi kube njeyaya. A w uzw e nje lapho kubongw a uShaka
noCetshwayo kulezi zigaba ezilandelayo:
UCetshwayo:
81
Nonzila kudla kwam agwala,
Am agwal' adl' ububende.
82
(iii) E z e zik h a th i z a m a k h o si o D in iz u lu , S o lo m o n i, B h e k u z u lu no-
Z w e lith in i
83
Ngisho bethi bayakwelula;
K uphelel' enqulw ini eyakhiw e yande,
Yashaya kuFosta ePitoli.
Kwaye kwazamazam'u-M .C. Bhota
Indlov' enebatha, um b h u d ' ubom v' ubheke.
Kuzona futhi lezi zibongo sithola kusalokhu kuqham ukile ukuxhum ani-
sa am akhosi oselwa nokhulukhulw ana bawo. Kuvamisile ukuthi njalo
nje kude kucashunw a ezibongw eni zaw oShaka nam anye am akhosi
am landelayo kuqhakanjisw a iphuzu lobuhlobo kanye nokuthi lezi
yizizukulw ane zikaM alandela kanje:
Uqaqelwa izinyoni.
Umkhonto kaShaka noDingane.
Wena nkonyane kaPhunga noM ageba.
Inkunz' ebom vu kaShaka,
Bebeth' iyahlaba
Kant' ithibela im ihlam bi yamadoda!
84
Ukuphetha le ngxoxo yethu yalezi zikhathi singathi jw aphu laphaya
ephuzw ini lekhono lokukhethw a kwezifengqo zamakhosi atuswayo.
Ekuqaleni bekuthi lapho kuhayw a inkosi kuchum e izifenqo zezilwane
nezinto ezesabekayo njengezezikhathi zawoShaka ezifana nezindlovu,
obhejane, izingwenya izimamba nezulu, m uva nje sekuvam e nezifenqo
zezinto ezifana nezintulo, amankonyane, im ikhonto, amatshe, ongcede,
onogwaja, izincuncu ngisho izim vukuzane uqobo. Kanti nezingathekiso
zamagama abam hlophe asethe chithi saka, yizw a nje lapho inkosi
uBhekuzulu esefanisw a kuthiw a: 'U bhushu ubhushe am adoda'. Yizwa
ukuthi inkosi uSolomoni ingathekisw a ngokweyayo kuthiw eni:
(g) Umaskandi
85
zibongo zaqala lapho ikakhulu izinsizwa zidlala um culo ngezimfijoli,
isigingci noma inkositini. Insizwa yayizwakala ihlabelela ishaya imfijoli
yayo, iyasuka lapho isiyazibonga, ichazela abantu ukuthi ingubani,
w akw abani, onjani, owenzeni. Kamuva, ngaphandle kokucula nokubo-
nga sekuzw akala nokuxoxa, okungaba yindaba noma ukuphaw ula
ngokuthile. Kamuva futhi sekuze kube samdlalo nje im pela ngoba kuke
kuzw akale nabantu abaphendulanayo. Kulolu hlobo-ke kungase kutho-
Iakale um untu eshaya isigingci sakhe bese ezibonga, angaxoxi. Kokunyc
kungene konke, ukucula, ukuxoxa kanye nokuzibonga.
Bese sishilo sathi lolu uhlobo olusha Iwezibongo eziham bisana nomculo
nezimfijoli. K uningana-ke okuhlukile kulolu hlobo lobuciko ngaphandle
kokucula nokusetshenzisw a kwezimfijoli.
86
Singaqala ngokubhekisa em culweni w okw eshelana. Lapha sihlangana
nezibongo eziqham uka lapho insizwa ishela intom bi, okuham bisana
nengxoxo nomculo othile ozibikayo. Lapha sithola kuxubene ingxoxo,
umculo kanye nezibongo kanje:
ICULO:
Intombi: Inhliziyo yam' ibuhlungu!
BAYAPHENDULANA:
Insizwa: Dudlu, zal' abantu ziy' ebantw ini,
A kukho ntombi yagan' inyamazane sikhona;
Awu ngasho ngaqham uka m ina mfo kaNtuli.
Intombi: Angizelanga wena la m ina, ngizel' ukuzokh' ama-
nzi.
Insizwa: Nkosazan' em hlophe efana nezihlabathi zolwa-
n d le .. .
yim ina ngizele w ena ngoba ngiyakuthanda.
Intombi: Ngoba uzwe kuthiw a ngithanda bonke laba bafo-
kazana?
Insizwa: A ngikhulum el' om uny' u m u n tu . . . futhi ngize
nenkom ' efile, nenkom ' ephilayo.
Intombi: Uzwe ekhaya bethi bafuna inkom ' efileyo na?
A w usuke lapha pham bi kw am i.
(Icula) Inhliziyo y a m 'ib u h lu n g u ...
IZIBONGO:
Insizwa: K hulum a nazo hlale bem zond' abafazi nam adoda,
Bethi uyofa nini m fokaNtuli.
Khona kw aZulu eN kandla laph' engizalwa khona,
Phansi koM ndunduzel' intab' engiyakheleyo,
Umful' engiw uphuzayo ngiphuz' iMevane phakathi
nayo.
Khona kw esikaM akat' uShifu engim akhele,
87
Khona kw esikaC hom okuzithelay' isigod' engiku-
sona
A w uzw e-k' ukuthi ithini?
Ingunguluzane kade kw asa beyigunguluza
K huphuka Mageba,
Hhayi ungab' usakhuphuka kuyehlela.
Ithin' ingudlam ahlathi?
Bhal' ufo lapho w ena Richard.
Bathathe Sgidi.
Yiz' uvalo.
Awu, yehheni w ebantu.
Wobuza ma un g ay ith o li...
BAYAPHENDULANA:
Insizwa: Sengibuye ngabuya nkosazan' em hlophe
efana nezihlabathi zolw andle. Ush' ukuthi
into yami engangiyikhulum a kuw e namanje awu-
kayizw a?
Intom bi: Cha, amade anginawo.
Ngicel' ungilinde ngiyotshel' odadew ethu.
(Icula) Uyithemba lami,
Uyithemba lami we-e-e.
IZIBONGO:
Insizwa: Awu, ngadla m ina mfo kaNtuli ngingasaqali ma-
doda.
Awu, ngayishaya m ina mfo kaNtuli,
Awu, ngadla m ina mfo k aB h asik id i...
Awu, ngangazi nginjena-ke,
Awu, ngayithatha m adod' im bal' enhle,
A w u ...
Awu, wazibam ba uBonginkosi, madoda!
W azibamba umfo kaSikhakhane omnyama nge-
nkani.
Sazibamba isihosha sikaM aZibani,
Sazibamba benyela abangizondayo,
Bahalalisa abangithandayo.
88
Ngazibamba mina ngunguluzane
O kukade kw asa beyingunguluza
Abezibaya ngezibaya.
Wazibamba ugogo lo oyisimomoloti,
Ngingazange ngim bone ugogo oyisimomoloti.
Ngazibamba mina bukhazikhazi,
Ubuhle bam abhodlela.
Ngazibamba mina sihlephuhlephu,
O phuhle phansi njengekhow e.
Bayangazi abaningi,
Umfula engiw uphuzayo
N giphuz' aMevane,
Khona kw esikaK hanyile isifunda.
Induna engiphethe nguM thethw a.
K hon' eThalaneni, kw aZulu eNkandla.
Usesho phezulu ezitezi mfo kaSigidla,
Unkomo zakhe zisesisw ini
Ezabanye zisezibayeni.
Ubaba-ke ongizalayo lowo.
Ngizibambe naye umfo kaM zimela,
Khona phesheya kw eN dikw e,
Khona kw aZulu eNkandla.
K huphuka M nguni om uhle,
Ikhona laph'ingom a.
Hhawu! ngazibam ba benyela ngem pela
Ingunguluzane okukade beyigunguluza!
89
yizinsim bi. U kuphindw a kwam azwi lokhu kuqhakam bisa izinto ezifana
nem vum elw ano nokuxhum ana njengoba sibonisa ngezansi. Lapha sibuye
sithole imbongi izibonga ngokuqonyw a kw ayo igqam isa ukuxhum ana
ngalezi ziqalo: Awu n g a d la ..., Awu ngayishaya. . . , kanjalo nalapho
eseyizethula ithi:
K hetha N tom bi
(Thikazisa M anqele)
90
Umful' engiw uphuzayo ngiphuz' iKhuz' eli-
m hlophe.
Ehhe, ngibacabanga ngay' inkonyane kaJakaja
ziyijubile
Umfo kaShandu khon' M elmoth
Phansi kw eN undu la ngim thathe khona
U thin' um nakw ethu, uthini umfo kaSocijile?
Ha, eM elm oth kw elakithi la ebuya khona.
Awuzwe ukuthi ngibaqungqutha ngani;
Hhayi sengibaqungqutha ngozigi zeqhude ezehlu-
P um thakathi,
Sengiphum el' obala w ethu kw abha,
K w angced' om hlophe
91
We nduna
(M gqashiyo N dlovu)
UMCULO WESIGINGCI
Igosa: Wena N duna w en' uqhatha bantu!
Amaganyana aziswana,
Engani w abaleka, engani wabaleka!
Kunzima kuliw a.
Awu wena nduna w en' uqhatha bantu!
Abaculi: U kukhulum a am aganyan' aziswana
Engani w abaleka, engani wabaleka!
Kunzima kuliw a.
Awu w ena nduna w en' uqhatha bantu!
92
Phans' emgodini kwaN ongom a la ngizalwa khona.
Umful' engiw uphuzayo . . .
Nguy' uM gqashiyo um fokaNdlovu Iona nje!
Ufun' ukuthini?
N gizokubek' usim ende em ahlom be ungesabi.
Zithinte m akhulu wcnto,
Uthinte ubhasikidi womfo kaZulu mani!
Imbizo
ISIGINGCI
Igosa: Lo m hlaba uyathengw a, ngabon' isu elikhona.
Abaculi: Lo m hlaba uyathengw a, sabon' isu elikhona.
Njalo ngonyaka sikhokh' imali yam asim ' enduneni;
Njalo ngonyaka sikhokh' imali yam asim ' enduneni.
Abaculi: Lo m hlaba uyathengw a, ngabon' isu elikhona!
Igosa: Awu, njalo njena khon' imbizo;
Awu, njalo njena khon' imbizo.
Sebesibiz' emakhosini!
Sebesibiza phezulu!
Sebesifun' esikoleni!
Bath' ikhon' imbizo.
93
Abaculi: Ungaboni siphila kulo m hlaba siyaw ukhokhela.
Igosa: Sebesibiz' emakhosini!
Abaculi: Ungaboni siphila kulo m hlaba siyaw ukhokhela,
Igosa: Sebesibiza phezulu!
Abaculi: Ungaboni siphila kulo m hlaba siyaw ukhokhela.
Igosa: Sebesibiz' emakhosini!
Abaculi: Ungaboni siphila kulo m hlaba siyaw ukhokhela.
Igosa: Bathi kukhon' imbizo.
Abaculi: Ungaboni siphila kulo m hlaba siyaw ukhokhela.
UMCULO WESIGINGCI
IZIBONGO: Awu, bazihlaba ngempela
Bon' oPhuzekhem isi noK hethani, madoda!
Mfo kaM ajazane omnyama,
K hon' eM khomazi phansi lapho sibuya khona,
Khona phansi kwaDum isa.
Umful' esiw uphuzayo siphuz' uM akhw elakade.
Hhayi, ngabatshela mfo kababa Khethani ngathi:
N iboyithinti im am b' isem godini,
Ngathi: Hhayi bafana iyonilimaza m eke yaphum a.
Ubobhasobha nsizwa ungami ngezansi,
Isigxabhane lesi esizayo siw is' amatshe, wu!
UMCULO WESIGINGCI
Igosa: Awu, njalo njena kukhon' imbizo,
Awu, njalo njena khon' imbizo.
Sebesibiz' am akhosini,
Sebesibiza phezulu.
Nithi siyithathaphi imali?
Nithi siyithathaphi imali?
K ukhon' imbizo.
Abaculi: Ungaboni siphila kulo m hlaba siyaw ukhokhela.
Igosa: Awu, njalo njena khona' imbizo.
Abaculi: Ungaboni siphila kulo m hlaba siyaw ukhokhela.
Igosa: Awu, njalo njena khon' imbizo.
Abaculi: Ungaboni siphila kulo m hlaba siyaw ukhokhela.
Igosa: Sebesibiz' emakhosini!
94
Abaculi: Ungaboni siphila kulo m hlaba siyaw ukhokhela.
Igosa: Sebesiza phezulu!
Abaculi: Ungaboni siphila kulo m hlaba siyaw ukhokhela.
Igosa: Sebesibiz' ezinduneni!
Abaculi: Ungaboni siphila kulo m hlaba siyaw ukhokhela.
Igosa: Sebesifuna kaM tholi!
Abaculi: Ungaboni siphila kulo m hlaba siyaw ukhokhela.
Igosa: Nithi siyithathaphi imali?
Nithi siyithathaphi imali?
K ukhon' imbizo.
UM hlongo
(David Ngcobo)
UMCULO WESIGINGCI
Igosa: We, nangu noM hlongo ezenz' inkosi
95
Abaculi: Ukhwela phezu kw endlu
Igosa: We N jom ane...
We, nangu noM hlongo uzenz' u s h ifu ...
IZIBONGO: Awu, khulum a nazo ngem pela phela mfo k a ...
Zulu mottos,
Jika bajikile
Piki nefosholo
Zibambe black cat madoda
Ikat' elingenam sila
Ngob' ukuba linom sila ngabe balixosh' ekhaya
madoda
Kodwa njengoba alinaw o nje umsila,
Ngeke balixoshe.
Izimbongi nosiba
96
zinhlobo zezibongo nguM ntw ana w akw aPhindangene, iNkosi uM ango-
suthu Buthelezi. Bheka nje ngoba encw adini kaLiz G unner noM afika
Gwala (1991:88-96) size zithole beba babili ababonga uShenge ngezi-
bongo ezahlukene. Om unye nguH ezekiah Buthelezi, kanti om unye
nguPhum asilw e M yeni. Izibongo zikaShenge eziqanjw e nguM yeni
zezwakala zihaywa nguye uM yeni ngo-1976 m hla kuhalaliselw a le nkosi
ngokuhlonishw a ngeziqu zobudokotela yiYunivesithi yakwaZulu. Kanti
ziyatholakala futhi ezinesihloko esithi 'U M angosuthu' eqoqw eni lakhe
uM yeni lezinkondlo zezimanje elithi Hayani MaZulu (1969). Izibongo
ezaqoshwa uM yeni ezihaya ngo-1976 azifani nezibhalw e phansi ezashi-
cilelw a ngo-1969. Singakuphaw ula nokuthi seziziningi ngem pela izi-
mbongi ezisebenzisa usiba esezaqamba izibongo ngoM ntw ana w akw a
Phindangene. Akuyona into entsha ukuba um untu oyedwa abongwe
ngabantu abaningi. Ingani ngaphandle kukaM ahlangeni w akw aK hum a-
lo owayeyimbongi kaCetshw ayo, le nkosi yayinenye imbongi, uM anxele
wakw aButhelezi (Rycroft 1974: 61).
97
Uma sifunda izinkondlo zanam uhla sithola kunokucashunw a kwem igqa
cthile yezibongo kuzona. Yikho lokhu okw aze kw abonw a ngu-R.
Kunene, kw ase kuthi ngonyaka ka-1961, w acubungula izibongo kanye
nethonya lazo ezinkondlw eni zanam uhla. K ulokhu kucubungula kw akhe
w athola kukhona ubudlelw ane obukhulu ezintw eni ezifana nesakhiw o,
ukuhlelw a kwam agam a nokusetshenzisw a kwezifengqo. Omunye um-
cw aningo ogxila kuleli thonya oka-B.D. Ntuli othi Imitation in Zulu
Poetry (1974).
Elokusonga
98
W ezemfundo w abuyisa ukufundw a kwezobuciko bom lom o ezikoleni.
Kumanje nje sebufundw a kuze kuyofika nasem ayunivesi. Lokhu kubu-
nika isikhundla esifanele nesithunzi lobu buciko. Kufanele lokhu ngoba
eminingi im ibhalo yesimanje yeyeme kubo.
99