Professional Documents
Culture Documents
grade-12-isizulu-study-guide-2021-2023
grade-12-isizulu-study-guide-2021-2023
IZINKONDLO
INHLANSI
IZIMBONGI: Bongani Mavuso no Nhlakanipho Zulu
[Sicashunwe kwi-Internet]
1.4 Umugqa 1 no 2
• Ukuxhumana siqalo (Initial linking)
Uma…..
Uma…..
• Umqondophika (Antonym)
Kukuhle – kukubi
Ziyangazi – azingazi
1.5 Umugqa 3
• Izimpisi (Hyenas)
Izilwane zasendle ezicishe zifane nenja. Izilwane ezinolaka futhi
eziyingozi. Zidla inyama. Zivamise ukudla inyama yezilwane esezifile
ezisuke zibulawe ezinye izilwane njemabhubezi nezingwe.
1.6 Umugqa 4
• Umqondophika (Antonym)
Zinonya – zinomusa
1.7 Umugqa 5 no 6
• Umqondophika (Antonym)
Elimhlophe – elimnyama
Ngiqhamuka – Ngisithela
• Izisho (Sayings)
Ukuveza izinyo elimhlophe – ukuhlaka
Ukubeka umuntu amabala – ukusho into embi ngomunye umuntu
1.8 Umugqa 7
• Izimfamona – abantu abanomona
1.9 Umugqa 8
• Izinzwa zokubona (Sense of sight)
Ukubona
• Utho – ukuba nento ethile enhle
IMIBUZO
1.1 Wuhlobo luni lwenkondlo lolu? Sekela okushoyo. (2)
1.2 Bhala indikimba yale nkondlo. (1)
1.3 Unjani umoya wenkondlo? Sekela impendulo yakho. (2)
1.4 Kipha lokhu okusenkondlweni:
1.4.1 Imvumelwano maphakathi (1)
1.4.2 Ukuxhumana siqalo (1)
1.4.3 Ukuxhumana maphakathi (1)
1.4.4 Ukuxhumana sigcina (1)
1.4.5 Izinzwa zokubona (1)
1.5 Bhala umqondophika wala magama angezansi:
1.5.1 Kukuhle (1)
1.5.2 Ziyangazi (1)
1.5.3 Zinonya (1)
1.5.4 Elimhlophe (1)
1.5.5 Ngiqhamuka (1)
1.6 Chaza lezi zisho ezingezansi:
1.6.1 Ukubeka umuntu amabala (1)
1.6.2 Ukuveza izinyo elimhlophe (1)
1.7 Chaza la magama angezansi:
1.7.1 Izimfamona (1)
1.7.2 Izimpisi (1)
1.8 Chaza ukuthi injani imigqa yale nkondlo? (2)
1.9 Bhala isifundo esitholakala kule nkondlo. (2)
[23]
Empeleni uyinto yamavila, (In fact you are something for the lazy people,)
Ovila voco abahlale bebila, (Very lazy people who are always scared,)
Wuvalo lokukhala kwesivalo sentshebe, (Fear of the opening door sound made by beard
man,)
Kwazise phela ayizwani nezingane, (Because he does not like children,)
Ezigqolozela ububi bakho mabonakude ndini. (Who stare at you evil television.)
Stanza 1
2.4 Umugqa 1 no 2
• Imbongi ikhathele futhi idiniwe ububi bukamabonakude.
• Ubhici – kuba into emhlophe ebasemehlweni omuntu uma esanda kuvuka
ebuthongweni.
2.5 Umugqa 3 no 4
• Isici – ukukhubazeka noma into ethile esemzimbeni womuntu engeyinhle.
• Umqondofana (Synonym)
Ebhacekwe – enamathiselwe
Stanza 2
2.6 Umugqa 5 no 6
• Ukuxhumana okuyingxemu (Oblique linking)
Mabonakude ………………..
………………..mabonakude
……………….. uyinkathazo
Uyinkathazo ………………..
2.7 Umugqa 7
6
• Umqondofana (Synonym)
Udoba – ulutha
Izingane – abantwana
2.8 Umugqa 8 no 9
• Ukuxhumana siqalo (Initial linking)
Zikholwe …..
Zikholwe …..
• Imvumelwano maphakathi (Central rhyme)
….. yi …..
….. yi …..
• Ifanankamisa (Assonance)
Mfishimfishi (i,i,i,i)
• Ifanangwaqa (Consonance)
Yilo lonke lolu vucu (l,l,l,l)
• Impindwamqondo
Mfishimfishi – vucu
• Umqondofana (Synonym)
Imfishimfishi – uvucu
• Imfishimfishi / uvucu – udoti / into engenamsebenzi walutho
Stanza 3
2.9 Umugqa 10 no 11
• Amavila – abantu abangathandi ukusebenza.
• Umqondofana (synonym)
Wuvalo – yingebhe
Isivalo – isicabha
Izingane – abantwana
• Umqondophika (Antonym)
Ububi - ubuhle
• Intshebe – ubaba wekhaya
• Ukugqolozela – ukubuka into isikhathi eside
IMIBUZO
2.1 Ikhuluma ngani le nkondlo? (1)
2.2 Unjani umoya wenkondlo? Sekela impendulo yakho. (2)
2.3 Wuhlobo luni lwenkondlo lolu? Sekela okushoyo. (2)
2.4 Bhala indikimba yale nkondlo. (1)
2.5 Khipha lokhu okusenkondlweni:
2.5.1 Imvumelwano maphakathi (1)
2.5.2 Imvumelwano sigcina (1)
2.5.3 Ukuxhumana okuyinxemu (1)
2.5.4 Ukuxhumana siqalo (1)
2.6 Bhala umqondofana wala magama angezansi:
2.6.1 isivalo (1)
2.6.2 ingane (1)
2.6.3 imfishimfishi (1)
2.6.4 ebhacekwe (1)
2.7 Bhala umqondophika waleli gama elingezansi:
2.7.1 Ububi (1)
2.8 Bhala impidwamqondo etholakala kule nkondlo. (1)
2.9 Injani imigqa yele nkondlo? Sekela okushoyo. (2)
2.10 Bhala isifundo / umyalezo otholakala kule nkondlo. (2)
[20]
10
11
Stanza 1
3.4 Umugqa 1, 2 no 3
• Ingane yakhe yokuqala
• Angibuzanga elangeni – kukhona okubi okuzayo
• Ingxavula esibhedlela eTembisa– isilwane esinamazinyo amakhulu
amade esisesibhedlela eTembisa
3.5 Umugqa 4 no 5
• Ukuholela ophathe – ukufaka umuntu engozini
• Ngehora leshumi – 10 oclock
……….sa
……….sa
Stanza 2
3.6 Umugqa 6, 7 no 8
• Esibonakalisweni – ephusheni
3.7 Umugqa 9 no 10
• kuMdali – eNkosini
• Umqondophika
Ngobuhle – ngobubi
Umuhle - umubi
Stanza 3
3.8 Umugqa 11 no 12
• Ukuphila – impilo
• Umugqa 11 – isizura evalekile
• Izimpophoma – amanzi amaningi ehla emadwaleni omfula
• uNyembezi – kwakungumbhali wezincwadi zesiZulu
12
Stanza 4
3.9 Umugqa 13, 14 no 15
• Umqondofana
Ukufa – ukushona
Zabhacekwa - zapendwa
• Ukwenza isilo sengubo – ukwenza into embi
• Umqondophika
Ngiphila - ngifile
3.10 Umugqa 16 no 17
• Kwaqhuma insini – kwahlekwa kakhulu
• Ezitheni – kubantu abangizondayo
• Umqondophika
Izitha - abangani
• Umqondofana
Kuzonqitshwa - kuzohlulwa
13
IMIBUZO
3.1 Ikhuluma nganile nkondlo? Sekela okushoyo.
3.2 Unjani umoya wale nkondlo? Sekela impendulo yakho.
3.3 Wuhlobo luni lwenkondlo lolu? Sekela okushoyo.
3.4 Chaza ngokwakheka kwezitanza nemigqa yale nkondlo?
3.5 Khipha lokhu okusenkondlweni:
3.5.1 Imvumelwano sigcina
3.5.2 Ukuxhumana sigcina
3.5.3 Impindwa
3.5.4 Impindwamqondo
3.6 Chaza lezi zisho ezingezansi:
3.6.1 Angibuzanga elangeni.
3.6.2 Izokuholela ophathe.
3.6.3 Zizowuphosa umbalane.
3.6.4 Ngiyokukhohlwa ngifile kufa.
3.6.5 Wangenza isilo sengubo.
3.7 Yashona nini indodakazi yembongi?
3.8 Yashonela kusiphi isibhedlela indodakazi yembongi?
3.9 Ubani igama lendodakazi yembongi?
3.10 Imbongi yabona ngani ukuthi iyindoda?
3.11 Bhala amagama anomqondofana nalawa:
3.11.1 Insini
3.11.2 Mntanami
3.12 Bhala amagama anomqondo ophikisa lawa:
3.12.1 Kufa
3.12.2 ezitheni
3.12.3 Ndodakazi
3.12.4 Umuhle
14
15
16
Stanza 1
4.4 Umugqa 1, 2 no 3
• Tshiloza wedwa – uhlezi wedwa
• Umsinga – umoya obandayo
• Awugqwali – awuphumi umbala
• Ubungazwa – ujatshulelwa
4.5 Umugqa 4, 5 no 6
17
• Umqondofana
Ukungathokozi – Ukuthokoza
Sekushabalele – sekuphelile
• Ukushaya indiva – ukungayinaki into ethile
18
19
IMIBUZO
4.1 Ikhuluma nganile nkondlo? Sekela okushoyo.
4.2 Unjani umoya wale nkondlo? Sekela impendulo yakho.
4.3 Wuhlobo luni lwenkondlo lolu? Sekela okushoyo.
4.4 Chaza ngokwakheka kwezitanza nemigqa yale nkondlo?
4.5 Khipha lokhu okusenkondlweni:
4.5.1 Imvumelwano sigcina
4.5.2 Ukuxhumana okweqanayo
4.5.3 Ukuxhumana siqalo
4.5.4 Isifaniso
4.6 Chaza ukuthi yini isiqhingi?
4.7 Isiqhingi saseRobben Island sitholakala kusiphi isifundazwe (province)?
4.8 Bhala omongameli ababili baseNingizimu Afrika ababoshwa eRobben Island.
4.9 Bhala amagama anomqondo ophikisa lawa:
4.9.1 Sekushabalele
4.9.2 Wawafukamela
4.9.3 Hlamba
4.10 Bhala amagama anomqondo ofana nalawa:
4.10.1 Umfutho
4.10.2 Obandayo
4.11 Chaza ukuthiyini intelezi.
4.12 Yini ijele.
4.13 Chaza lesi sisho: ukushaya indiva
20
21
Saphela isizwe,
(The nation is dying,)
Uma uphonsa amehlo ngapha nangapha,
(If you look left and right,)
Ubona abantu asebphelelwe ithemba.
(You see people who have lost hope.)
Abanye babo bayangena bayaphuma
(Some of them are in and out)
Emajele, amajele athi lo usemncane,
(Of jails, injail they say this one is too young,)
Akakhishwe! Kuthi uma ededelwa,
(He must be taken out! If they release him,)
Aphindele khona emphandwini,
(He goes back to his old ways,)
22
23
24
25
Stanza 1
5.4 Umugqa 1, 2, 3, 4, 5 no 6
• Imvumelwano siqalo
Nga…..
Nga…..
• Imizila – imigwaqo
• Izinzwa zokunuka
Hogela
• Zakubona zakubeletha – zisenkingeni
Stanza 2
5.5 Umugqa 7, 8, 9, 10, 11 no 12
• Imvumelwano siqalo
Si…..
Si…..
• Isintu – abantu
• UPhunga noMageba – amakhosi akwaZulu amadala.
• Imilalandle nemidlwembe – izingane ezihlala emgaqweni
• Umhume – indawo enkulu ehlala abantu abahluphekayo
5.6 Umugqa 13, 14, 15, 16, 17 no 18
• Ukuthinta isidleke seziqandi – ukuzifaka enkingeni
• Yobe – ukuxolisa
Stanza 3
5.7 Umugqa 19, 20, 21, 22, 23, 24 no 25
26
Stanza 4
5.12 Umugqa 47, 48, 49, 50, 51 no 52
• Imvumelwano siqalo
Ba …..
Ba …..
• Bamumethe – baphethe
27
28
IMIBUZO
5.1 Ikhuluma nganile nkondlo? Sekela okushoyo.
5.2 Unjani umoya wale nkondlo? Sekela impendulo yakho.
5.3 Wuhlobo luni lwenkondlo lolu? Sekela okushoyo.
5.4 Bhala indikimba yale nkondlo.
5.5 Khipha lokhu okusenkondlweni:
5.5.1 Imvumelwano siqalo
5.5.2 Imvumelwano maphakathi
5.5.3 Imvumelwano sigcina
5.5.4 Impindwa
5.5.5 I-enjambamenti (stanza 3)
5.5.6 Isenzasamuntu (stanza 3)
5.5.7 Izinzwa zokulalela
5.5.8 Izinzwa zokubona
5.5.9 Ihaba (stanza 3)
5.6 Chaza ukuthi kwakungubani uPhunga noMageba?
5.7 Chaza la magama /izimo zenkulumo ezingezansi:
5.7.1 Ubuntu
5.7.2 Isiziba sikamaminzela
5.7.3 Ukuhubhuza amanga
5.7.4 Obhuti madlisa
5.7.5 Ukuqwayiza
5.7.6 Ukuvulela umuntu isifuba
5.7.7 Ubhebhenene wentshebe
5.8 Yini imbongi ithi imali iyimpande yesono?
5.9 Bhala amagama anomqondo ofana nalawa:
5.9.1 Imizila
5.9.2 Amahabulo
5.9.3 Umakhalekhukhwini
29
30
31
32
Stanza 1
6.4 Umugqa 1, 2, 3, 4 no 5
• Isifaniso (Simily) – umugqa 1, 3 no 5
Kuhle kommbila
Kuhle komuntu ecezwa
Ugqame wafana nendoni
• Imvumelwano sigcina (final rhyme) – umugqa 2 no 3
…..lo
…..lo
• Uthotho lwamazinyo – amazinyo amahle ahlangene.
6.5 Umugqa 6, 7, 8, 9 no 10
• Isishozi – indawo lapho kushaya khona umbani.
• Izinzwa zokubona – (sense of sight) – umugqa 7
okubonile
• Izimbokodo zamehlo – amehlo amakhulu
• Zenza umuntu ancibilike – isifenyiso
• Isifaniso (simily) – umugqa 9
Kuhle kweqhwa lesaba imisebe yelanga
• Umdondoshiya – umuntu omude
33
Stanza 2
6.7 Umugqa 16, 17, 18, 19, 20
• Okhokho – amadlozi
• Uthotho lwamazinyo – amazinyo amahle ahlangene amhlophe.
34
Stanza 3
6.10 Umugqa 34, 35, 36, 37 no 38
• Ukuthena amandla – ukuqeda amandla
• Imvumelwano maphakathi (central rhyme) – umugqa 34 no 35
…..uku…..
…..uku…..
• Ukuxhumana sigcina (final rhyme) – umugqa 34 no 35
…..la
…..la
• Ifanangwaqa – umugqa 37
Kunalokho luya luqina lujula usuku nosuku.
• Ifanankamisa – umugqa 37
Kunalokho luya luqina lujula usuku nosuku.
35
IMIBUZO
6.1 Ikhuluma ngani le nkondlo? Sekela okushoyo.
6.2 Unjani umoya wale nkondlo? Sekela impendulo yakho.
6.3 Wuhlobo luni lwenkondlo lolu? Sekela okushoyo.
6.4 Chaza ngokwakheka kwezitanza nemigqa yale nkondlo?
6.5 Khipha lokhu okusenkondlweni:
6.5.1 Imvumelwano siqalo
6.5.2 Imvumelwano sigcina
6.5.3 Imvumelwano maphakathi
6.5.4 Ukuxhumana siqalo
6.5.5 Ukuxhumana sigcina
6.5.6 Ukuxhumana maphakathi
6.5.7 Isifaniso
6.5.8 Isenzasamuntu
6.5.9 Ihaba
6.5.10 Izinzwa zokubona
6.5.11 Ifanangwaqa
6.5.12 Ifanankamisa
6.6 Bhala amagama anomqondofana nalawa:
6.6.1 Useliklume
6.6.2 Okhokho
6.6.3 Intokozo
6.6.4 Izingane
6.6.5 Ngikulandise
6.7 Bhala amagama anomqondo ophikisa lawa:
6.7.1 Mfishane
36
6.7.2 Uyiqedile
6.7.3 Kuncane
6.7.4 Lala
6.8 Bhala indikimba yale nkondlo.
37
38
39
(My traditional medicine for pregnant women was fetched rom far but not)
24. Ngisho ngibuka izinkomo zakwethu usungafunga,
(If I look at my family cattle you would swear,)
25. Ukuthi zidla ubabe,
(That they eat nice green grass)
26. Nensinde kuphela azisayilokothi ingongoni.
(Only they do not eat hard dry grass)
27. Nazo ngithi uma ngiqhamuka zibhonge,
(When I come they roar)
28. Ezinye zikhonye,
(Others make sounds,)
29. Ngabe kuseyinjabulo yonke le?
(Is this all happiness?)
40
Stanza 1
7.4 Umugqa 1, 2, 3, 4 no 5
• Isenzasamuntu (personification) – umugqa 1
Wenjabulo kazi ukuphi lapho uzinze khona
• Imvumelwano siqalo (Initial rhyme) – umugqa 2, 3 no 4, 5
Ngi…..
Ngi…..
Ku…..
41
Ku…..
• Kuqande amanyikwe – kubande amathumbu
7.5 Umugqa 6, 7, 8 no 9
• Ngesankahlu – ngolaka
• Ukuqhuma uhleko – ukuhleka kakhulu
• Ukudla ingevu – ukuxoxa
• Kuqhuma amahlaya – kuyahlekwa
Stanza 2
7.6 Umugqa 10, 11, 12, 13, 14, 15 no 16
• Ungibukanisa nabantu – bonke abantu babuka mina
• Buchachambile - buhle
• Sengicwebezela – sengimuhle
• Sengingamunwe ngebala - sengiyakhanya
• Isifaniso (simily) – umugqa 15
Isikhumba sami sishelela kuhle kwendoni yamanzi
• Isenzasamuntu (personification) – umugqa 16
Ingabe ucashe kuliphi igumbi emzimbeni wami
Stanza 3
7.7 Umugqa 17, 18, 19, 20, 21, 22, 23 no 24
• Ihaba – umugqa 17
Sengifile ngabantu befisa ukwazi le mfihlo yakho,
• Ukuxhumana okweqanayo – umugqa 19 no 21
Usungafunga…..
Omagade…..
Usungafunga…..
• Omagade – omubi
• Umqondofana – umugqa 21
Inyathuko – indlela
• Umqondophika – umugqa 23
Kude - eduze
• Isihlambezo – umuthi osetshenziswa abantu besifazane uma bekhulelwe
ukwehlisa izinhlungu.
• Impindwa – usungafunga
42
• Umqondophika
Elikhulu – elincane
Uthando – inzondo
Ekhuluphele - ezacile
Ngi…..
Ngi…..
43
44
IMIBUZO
7.1 Ikhuluma ngani le nkondlo? Sekela okushoyo.
7.2 Unjani umoya wale nkondlo? Sekela impendulo yakho.
7.3 Wuhlobo luni lwenkondlo lolu? Sekela okushoyo.
7.4 Chaza ngokwakheka kwezitanza nemigqa yale nkondlo?
7.5 Khipha lokhu okusenkondlweni:
7.5.1 Imvumelwano siqalo
7.5.2 Imvumelwano sigcina
7.5.3 Imvumelwano maphakathi
7.5.4 Ukuxhumana siqalo
7.5.5 Ukuxhumana okweqanayo
7.5.6 Isifaniso
7.5.7 Isenzasamuntu
7.5.8 Ihaba
7.5.9 Impindwa
7.5.10 Izinzwa zokubona
7.6 Bhala amagama anomqondo ofana lawa:
7.6.1 Uvalo
7.6.2 Ngihube
7.6.3 Ngezwi
7.6.4 Inhlokomo
7.6.5 Izingoma
7.6.6 Inyathuko
7.7 Bhala amagama anomqondo ophikisa lawa:
7.7.1 Elikhulu
7.7.2 Uthando
7.7.3 Ekhuluphele
7.7.4 Kude
7.8 Chaza lezi zinhlobo zotshani ezingezansi)
7.8.1 Ingongoni
45
7.8.2 Ubabe
7.8.3 Insinde
7.9 Chaza lezi zisho ezingezansi:
7.9.1 Ukudla ingevu
7.9.2 Ukuqhuma kohleko
46
47
48
49
50
Stanza 1
8.4 Umugqa 1, 2, 3, 4, 5 no 6
• Ukuxhumana okweqanayo – umugqa 1 no 3
Woza…..
Sihlale…..
Woza…..
…..s’thandwa…..
…..ngaphansi…..
…..s’thandwa…..
• Imvumelwano eyeqanayo – umugqa 1 no 3
…..mi
…..somnduze
……mi
• Umqondofana (synonym)
Nqampuna – ikha
Usuwushutheka - usuwufaka
• Ifanankamisa
Cosololo
8.5 Umugqa 7, 8, 9, 10, 11, 12
• Isifaniso (simily) – umugqa 7
kuhle kwamagagasi anamandla
• Ufasimba - inkungu
• Umqondophika (antonym)
Ngiyakuthanda - ngiyakuzonda
• Ukugoba amalangala – ukuhlala isikhashana
Stanza 2
8.6 Umugqa 13,14, 15, 16 no 17
• Imvumelwano siqalo
Se…..
Se…..
• Izinzwa zokubona
Kula mafu ngibona isithunzi sakho sesame.
• Siduke nezwe- sihambe singaziwa ukuthisashonaphi.
• Sengikhehlezeke amadolo – sengiphele Amandla.
51
Stanza 3
8.9 Umugqa 28, 29, 30, 31, 32 no 33
• Imbiza yamanzi – isitsha esikhulu sokukha amanzi emfuleni.
• Umqondofana
Asiyiphahlaze – asiyibulale
Izingane – abantwana
Abakwenu – abakini
• Umqondophika
Phansi - phezulu
• Izinzwa zokubona
Abakwenu sebeyobona
8.10 Umugqa 34, 35, 36, 37, 38 no 39
• Imvumelwano sigcina – umugqa 34 no 35
…..we
…..we
• Umqondophika - umugqa 34 no 38
Izintombi – izinsizwa
52
Kunina - kuyise
• Lizilahla kunina – lishona ilanga
• eBhodwe – Port Natal (Durban)
Stanza 4
8.11 Umugqa 40, 41, 42, 43, 44 no 45
• Umqondofana – umugqa 40 no 41
Nqampuna – ikha
Amaqabunga - amahlamvu
• Isifaniso – umugqa 43
Njengawe sihlahla somyezane
• Isihlahla somyezne – kwakusetshenjiswa amahlnvu aso ukubonga
amaqhawe ahlabene empini.
• Ukucolwa – ukufakwa kwamaqhawe isicolo uma ebongwa ngokuhle
akwenzile.
• Amadlingozi – ukuvukwa imizwa ethile.
53
IMIBUZO
8.1 Ikhuluma ngani le nkondlo? Sekela okushoyo.
8.2 Unjani umoya wale nkondlo? Sekela impendulo yakho.
8.3 Wuhlobo luni lwenkondlo lolu? Sekela okushoyo.
8.4 Chaza ngokwakheka kwezitanza nemigqa yale nkondlo?
8.5 Khipha lokhu okusenkondlweni:
8.5.1 Imvumelwano siqalo
8.5.2 Imvumelwano sigcina
8.5.3 Imvumelwano maphakathi
8.5.4 Imvumelwano eyeqanayo
8.5.4 Ukuxhumana siqalo
8.5.5 Ukuxhumana okweqanayo
8.5.6 Isifaniso
8.5.7 Izinzwa zokubona
8.5.8 Izinzwa zokulalela
8.5.8 Ihaba
8.5.7 Ifanankamisa
8.6 Bhala amagama anomqondofana nalawa:
8.6.1 Nqampuna
8.6.2 Shutheka
8.6.3 Ufasimba
8.6.4 Ngihlebele
8.6.5 Ngange
8.7 Bhala amagama anomqondo ophikisa lawa:
8.7.1 Ngiyakuthanda
8.7.2 Phansi
8.7.3 Izintombi
54
8.7.4 Kunina
8.8 Chaza ukuthi yini imbiza okukhulunywa ngayo kule ncwadi.
8.9 Yikuphi eBhodwe?
55
IZINDABA EZIMFISHANE
Abalingiswa:
Indaba:
56
Usesi wabathatha wabayisa ewodini lapho kulele khona uBhatomu ukuze kusayinwe
amaphepha ukuze uSdumo athole ifa. Bafika uBhatomu exhunywe amapayipi
amaningi. Lathi umalivula amehlo ikhehla labona ukuthi uSdumo omunye wabafana
abalibambe inkuzi balilimaza ngayizolo ebusuku. Zamkhalela uSdumo. Waboshwa
uSdumo.
Ulwazimagama:
57
IMIBUZO
58
Abalingiswa:
59
ULWAZI MAGAMA
• Imbube – ibhubesi
• Intshozi – ukubuka kabi omunye umuntu
• Intekenteke – into ethambili
• Idwi – uhlobo oluthile lweselesele
• Imicondo – imilenze emincane
• Injobo enhle ithungelwa ebandla – Udaba oluyinkinga kuhle ulethule
emadodeni ukuze akubonise ngalo.
• Uphoshozwayo – umuntu othanda ukukhuluma kakhulu
• Ukubhunguka – ukuhamba ekhaya isikhathi eside kungaziwa ukuthi waya
kuphi.
• Umungcwi – isipoki
60
IMIBUZO
61
3. IZIFUNGO
Abalingiswa
UZethembe ucela uBuhle aphume emzini wakhe ngoba unkosikazi wakhe uNozipho
ngeke akujabulela ukumfica elapha endlini ehlezi naye. Nangempela waphuma
uBuhle wahamba. Ubukeka sengathi umhlaba usumshayile. UZethembe uthi yena
akawona umgqomo kadoti. Umuzi kaZethembe useMlazi.
62
IZAGA / IZISHO
63
IMIBUZO
64
65
ABALINGISWA:
66
67
IZAGA /IZISHO
• Sengimathanjana – sengizacile
• Ukulahla umuntu okwenyongo yenyathi – ukushiya umuntu obuthandana
naye kabuhlungu.
• Ukufela ngaphakathi okwebutho lakaZulu – ukuthula nendaba enkulu
ungabaxoxeli abanye abantu.
• Siyobonana kwelizayo – siyobonana ezulwini.
• Inkomo iyaluziswa inxeba – kunendaba ethile ekupatha kabi.
• Ukhukho selumuka nomoya – umuntu usegulela ukufa.
• Ukhukho – icansi
• Wayesezace esengangabasemehleni – wayesezace kakhulu.
• Umhlaba ohlabayo – umhlaba onzima
• Ukulahlekelwa yisimilo – ukungaziphathi kahle
68
IMIBUZO
69
UMDLALO
ABALINGISI:
70
Isigcawu sokuqala
Isigcawu sesibili
Isigcawu sesithathu
71
IMIBUZO
________________________________________________________________

72

73
Isigcawu sokuqala
UMzwakhe usemotweni uthola ucingo oluvela kubra KK. Ubuza za ukuthi usewenzile
yini umsebenzi. UMzwakhe uyasho ukuthi useqedile ukwenza umsebenzi. Ufuna
ukuthi uMzwakhe umaesebuya adlule ngaseSwazini ngoba kunomsenezi okufanele
awenze. ULumumba ubanjwe ehamba ngemoto entshontshiwe. Amaphoyisa
ayithathile ayibeka esiteshini samaphoyisa esingasemngceleni. Ubra KK ufuna
kushiswe zonke izimoto ezibanjweamaphoyisa ukuze kushe nale ebanjwe
kuLumumba ngoba kunezidakamizwa esondweni eliyisipele lemoto. ULumumba
angaboshwa uma amaphoyisa engathola lezi zidakamizwa. Amaphoyisa
asophikweni lwezidakamizwa anolaka. Awagwazeleki.
Isigcawu sesibili
Isigcawu sesithathu
Isigcawu sesine
Isigcawu sesihlanu
74
Isigcawu sesithupha
Isigcawu sesikhombisa
Isigcawu sesishiyagalombili
UZama usekhaya kubo ulalele umculo, naye uculela phezulu. Umama wakhe
uMaMpanza uyambiza ubuza ukuthi yini athande ukona umoya wakhe kanje?
Abantu bathi uZama ubonakala ehla enyuka nomfana thizeni. UZama uthi usuke
ehamba noThemba Cele. Umama wakhe ubuza ukuthi uqome uThemba yini?
UZama uthi cha akamqomile uThemba. Uthi uThemba uyameshela. Umama
kaZama ukhuza uZama ukuthi akangazwani noThemba ngoba ubaba kaThemba
uCele ungumthakathi. Baningi abantu asebabulele. UZama uthi yena wazi ukuthi
ubaba kaThemba uyinyanga. UZama uthembisa umama wakhe ukuthi ngeke
esazwana noThemba.
Isigcawu sesishiyagalolunye
75
Isigcawu seshumi
76
IMIBUZO
___________________________________________________________________

77

78
2.20 UMzwakhe uthanda ukuthi udadewabo enze msebenzi muni uma eseqede
isikole?
___________________________________________________________________
2.21 Yini igama lesikole uThandi afuna ukufunda kusona uma eseqede ibanga 12?

79

80
Isigcawu sokuqala
Isigcawu sesibili
Isigcawu sesithathu
Isigcawu sesine
81
Isigcawu sesihlanu
Isigcawu sesithupha
Isigcawu sesikhombisa
Isigcawu sesishiyagalombili
82
Isigcawu sesishiyagalolunye
UMzwakhe uxoxa noKK ngendaba yomsebenzi. UKK uthi uzobuya ePitoli emva
kwezinyanga ezine ngoba ubalekela amaphoyisa amphenyayo. UMzwakhe utshela
uKK ukuthi uzoya eKapa ngoba uthole umsebenzi wesikhashana. Uzohlala eKapa
izinyanga eziyisithupha. UKK akanankinga ngalokho.

83

84

85
Isigcawu sokuqala
Isigcawu sesibili
Isigcawu sesithathu
Isigcwawu sesine
86
Isigcawu sesihlanu
Isigcwawu sesithupha
87
Isigcawu sesikhombisa
Isigcawu sesishiyagalombili
Isigcawu sesishiyagalolunye
Isigcawu seshumi
88
IMIBUZO
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
4.7 Emva kwesidlo sakusihlwa uNomonde wacela ukuthi badlule kuphi noMzwakhe?
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
89

90

4.21 Chaza ukuthi uhamba kanjani uma usuka eKing Shaka Airport uya
kaMzwakhe?

4.27 U-Adolf ubathumela kangaki abantu ukuthi balande amabhokisi emali kaKK?
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
91

92
Isigcawu sokuqala
Isigcwawu sesibili
Isigcawu sesithathu
93
Isigcawu sesine
Kusemzini kaKK ekuseni baxoxa noSpider. Spider utshela uKK ukuthi kuyabheda.
Amxoxela ngendaba kaMartha. UKK athi uzoya kobonana noMartha. Atshele
uSpider ukuthi akathathe umshini wokwakha imali awuyise komunye umngani wakhe
ohlala eMadadeni. Anike uSpider ikheli. UKK ahambe ayobonana noMartha
ngendaba yemvalamlomo. Baxabana uKK ubiza uMartha ngesidwedwe
sokukorobha phansi. UMartha utshela uKK ukuthi uyazi ngendaba yokuthi bakha
imali yomgunyathi. UKK ufuna ukwazi ukuthi uMartha ufunani ukuze loludaba
lungafiki emaphoyiseni. UMartha ufuna ukuthi uKK amfakele izinkulungwane
ezingamashumi amahlanu njalo ngenyanga ukuze lolu daba lungafiki emaphoyiseni.
Kodwa uMatha usazozigcina izithombe. Le mali uKK uzoyifaka emabhange
ahlukene amathathu. UMartha uthi uma kuphela izinsuku ezintathu engayitholile le
mali uzoya emaphoyiseni ayobika ukuthi uKK noSpider benza imali yomgunyathi.
Isigcawu sesihlanu
UKK uhlela noGoba ukushaya umuzi kaMartha ngebhomu. UGoba unolwazi oluningi
ngeziqhumane. UGoba ukhumbuza uKK ngemibhoshongo yakwa Smith & Nephew
emithathu ePhayindane (Pinetown) ayiqhumisa. Indaba yalemibhoshongo yaze
yavela ezindabeni iKZN tonight. UKK ucela uGoba ukuthi amtholele iziqhumane
ngoba kukhona umuzi afuna ukuwuqhumisa kungaze konakale izinto. UGoba uthi
akasasebenzi endaweni yeziqhumane kodwa kukhona angabathola ukuze bamnike
iziqhumane. UKK ufuna kuqhunyiswe umuzi kaMartha kufe yonke into –
isimbamgodi sakhona, inja, ikati, igundane, iphela ngisho intuthwane imbala. UGoba
uthi lo msebenzi uzowenza ngezinkulunkwane eziyikhulu zamarandi (R100 000.00).
94
Isigcawu sesithupha
Isigcawu sesikhombisa
UMartha ushayela uKK ucingo. Utshela uKK ukuthi akakayitholi isms ethi imali
isingenile. Uma uKK engayikhokhi imali efunwa uMartha ngokushesha uzoya
komceba emaphoyiseni ukuthi wenza imali yomgunyathi (imalimbumbulu). UKK
atshele uMartha ukuthi afikile amaphoyisa kwakhe baxoxa baqeda. Uthe bekufike
isiduphunga (isilima) esinguSayitsheni Zondi nezicashalala ezimbili. Wathuka
uMartha wabona ukuthi selimshonele. UKK uzoba yingozi enkulu kuyena.
Isigcawu sesishiyagalombili
95
Aqede ukukhuluma noMaziya bese kungena ucingo lukaBhazuka Phiri. UPhiri ubuza
ukuthi uzoyithola nini imali yakhe yamadayimane. UKK umshela ukuthi
akakawadayisi amadayimane. UPhiri uthi isivumelwano (agreement) sabo asisho
ukuthi uKK uzodayida amadayimane kuqali bese ekhokhela uPhiri. UKK uthi uPhiri
ngeke ayithole imali yamadayimane uma ethanda angahamba ayomangala
emaphoyiseni. UPhiri uyashwabula uthi nje, siyobohla Manyosi. Avele aluvale ucingo
Ukk. UPhiri ubona ukuthi kungcono ampimpe (acebe) uKK emaphoyise. Uzozama
ukuthola inombolo yocingo kaZondi waseRichards Bay ngoba wenzwa ngo KK
ukuthi umbangela isicefe. Uzwile futhi ukuthi amaHawks aphenya uKK.
Isigcawu sesishiyagalolunye
96
Isigcawu seshumi
97
98
99
100
IMIBUZO
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
5.6 UMartha wazi kanjani ukuthi uKK noSpider benza imali yomgunyathi?
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
5.8 UMartha ufuna malini kuKK ukuze angatsheli amaphoyisa ngemali yomgunyathi?
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
101

5.13 Chaza ukuthi wasinda kanjani uMartha mhla bebhomba umuzi wakhe?

102

103

5.28 Uqonde ukuthini uMzwakhe uma ethi umuntu oqonywe uZama, uqonywe yiliba?
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
5.31 Uma ucabanga yini eyayenza ukuthi u-Adolf ajuluke ngesikhathi ezohlangana
noKK ehhotela?
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
___________________________________________________________________
104

105

106