Professional Documents
Culture Documents
ZUL211_Jun2018 (1)
ZUL211_Jun2018 (1)
ZABOMDABU
IPHEPHA LOKUHLOLWA KUNHLANGULANA 2018
ZUL 211
a. impela
b. kuphela
c. maqede
d. ngemoto
e. kakhulu
f. ngovivi
g. ngoNhlangulana
Ongalazi iphela angaze athi iphela leli yinto enhle ezwa insizwa izibonga
ngezimpondo zalo. Kanti libi iphela. Ukunengeka kombhonxosana wobuso
balo kwenezelwa wubuvamba balo. Angiqondi kahle kodwa noma
wubuvamba noma wukwedelela lokhu okubanga ukuba iphela lidle lidle, lithi
2
lingasutha lishiye izingqatha zobulongwe kukho lokhu kudla esisazokudla.
Mina ngithi wukweyisa.
3
INGXENYE 2
IFONETIKI
A B
a. [ε] i. Unkamisa ophambili futhi ophezulu nomlomo
b. [u] ii. Unkamisa ophambili kodwa ophakathi naphansi
c. [e] iii. Unkamisa osemuva kodwa ophakathi naphezulu
d. [o] iv. Unkamisa osemuva futhi ophezulu
e. [a] v. Unkamisa osemuva kodwa ophakathi naphansi
f. [ͻ] vi. Unkamisa ophansi kodwa osemuva
g. [i] vii. Unkamisa ophambili kodwa ophakathi naphezulu