Izinhlobo Zamabizo Themu 2

You might also like

Download as pptx, pdf, or txt
Download as pptx, pdf, or txt
You are on page 1of 9

ISIZULU ULIMI LWASEKHAYA

IBANGA LESI- 8
21/04/2023
USOBIZO

• Ibizo
• Isabizwana
IBIZO
(NOUN)

• Igama lanoma yini ekhona ebonakalayo nephathekayo kanye nalokho


esingakuboni ngamehlo nesingakwazi ukukuthinta ngezandla zethu, kodwa

esaziyo ukuthi kukhona.

• isibonelo: umfana, umoya, ukukhanya, Inja.


IZIGABA ZAMABIZO
• ISIGABA ISIQALO ISIBONELO
1. umu (u)- umuntu
1(a) u- ugogo
2. aba- abantu
2(a). O- ogogo
3. Um (u)- umuthi
4. imi- imithi
5. (i)li- ilitshe
6. ama- amatshe
7. isi- isitsha
8. izi- izitsha
9. iN- ingane
10. IziN- iziNgane
11. ulu- uluthi
14. ubu- ubuso
15. uku- ukudla
IZINHLOBO ZAMABIZO

• EsiZulwini sinezinhlobo eziningana zamabizo njengalezi ezilandelayo:


• Amabizomuntu
• Lawa amabizo asuselwa esenzweni okanye entweni eyenziwayo.
• Isibonelo: umculi, umfundisi, umthungi.
• Amabizonto
• lana ngamabizo asuselwa ezintweni ezingaphili.
• Isibonelo: umthungo, isifundo, intukuthelo.
IZINHLOBO ZAMABIZO
• Amabizoqho
• amagama ngqo abantu kumbe izibongo kanjalo namagama ezinto zemvelo.
• Isibonelo: uNomusa, uMbhatha, uZodwa.
• Amabizoqoqa
• la amabizo asho izinto eziningi ezindawonye.
• Isibonelo: umhlambi, Ibutho, imfuyo.
• Amabizomvama
• lolu uhlobo lwamabizo olungahlukanisi ubulili.
• Isibonelo: Inkomo, inkukhu, imfene.
IZINHLOBO ZAMABIZO
• Amabizo-ngxube/amabizo-mbaxa
• la amabizo akhiwa ngokuhlanganisa izingcezu ezimbili nangaphezulu
zenkulumo ezifanayo noma ezahlukene.
• Isibonelo: Isotha+ umlilo = isothamlilo
• Ufuna + yiphi = ufunayiphi
• shiya + induku + ebandla = shiyanduk’ebandla
IZINHLOBO ZAMABIZO

• Amabizomvelo
• lawa ngamabizo asukela kuzo zonke izinto eziyimvelo.
• Isibonelo: utshani, ihlathi, umfula.
• Amabizomfakela
• la amabizo asuselwa kwezinye izilimi aguqulwe ayiswe esizulwini.
• Isibonelo: ushukela, isiketi, imfoloko.
IZIGABA ZAMABIZO
• Isigaba
• 1a. U- (asho ubuhlobo, amabizoqho) – ugogo, ubaba, uThemba.

• 2a. O- (ubuningi besigaba 1a) – ogogo, oThemba.


• 1. Umu-/um- (esisho abantu) - umuntu, uMuthwa, umfana, umlungu.
• 2. Aba-/Abe-/Ab- (ubuningi besigaba 1.) – abantu, aBathwa, abafana, abelungu,
• 3. Umu-/um- (imvelo) – umuthi, umsunduze.
• 4. Imi- (ubuningi besigaba 3.) – imithi, imisunduze.
• 5. Ili-/i- (ezinto ezixubile) - ilitshe, ilizwe, ihlo, idada.
• 6. Ama-/ ame- (ubuningi besigaba 5.) – amatshe, amazwe, amehlo.
• 7. Isi-/ is- (izinto ezisetshenziswayo, ezixubile) - isitsha, isando, isono.
• 8. Izi-/ iz- (ubuningi besigaba 7.)

You might also like